Umuntu athi: “Things we kiss when we’re drunk.” 😏

Uma uthi uyambheka, kukhuluma yona i-thing. Ngivele ngingabe ngisazi-ke.

Loading views...



Uthole ukuthi abazali bayathanda ukuthi niye ocansini,
inkinga nina aniceli.

Loading views...

Yaz umuntu umxoxele kahle indaba uma eseyindlulisa ath uzwe ngama hem hem……😮 nginguma hem hem mina😮

Loading views...


“Nifuna kuphume esinye isdumbu?” Kusho uNgcobo bemfakele inyama encane emngcwabeni.

Loading views...


Akushiwo ukuthi “UPETE”🙅‍♂️

Kthiwa amadolo abuzana impilo ☑️

Loading views...


Ngisanda kufonela umuntu wami ngabo-pass 11 manje, before ngivale ucingo ngathi kuye: “I love you.”

Wavele wathi: “Uhlupha ngokuba njena wena.”

Ngavele ngabona ukuthi i-movie iphelile. Asenyukile amagama, ithimulile i-penguin. 😭 😭 💔

Loading views...

Ujole ne 2003 Likbuze iGama laMamakho, Ubone iBio Seyibhalwe “Makoti ka Selina”

Loading views...

Abanye abantwana bane-stress se-registration nesemisebenzi, wena une-stress se-Valentine’s Day nendoda engakufuni.

Loading views...


Uthi uyahamba emphakathin ubone intombazane iphelile ukudakwa uthi uyibuza lesisaga esithi utshwala buyazakhela iiiiiiniiiii….? Ivele ikthuke

Loading views...


Umona

US’thole kwakuyindoda ezihluphekelayo. Kwathi ngolunye usuku yakhetha ukuthandaza.

Ithi “Nkulunkulu ngiyahlupheka ngicela ungiphe nje okuhle.”

Nangampela uzwakale umthandazo wakhe kuNkulunkulu.
Amphendule u Nkulunkulu athi, “Cela noma yini oyifunayo, kodwa yazi ukuthi kukho konke ozokucela, ngizonika nomakhelwane wakho kuphindwe kabili.
Avume uSthole

Nangampela acabange ukucela imoto, abuke ukuthi umakhelwane uzoba nezimbili. Ayeke!

Acabange ukucela ibus, abuke ukuthi umakhelwane uzoba namabili.
Ayeke!

Acabange ukucela uR5 million we lotto, abuke ukuthi umakhelwane uzoba no R10 million.
Ayeke!

Athule, ecabange ukuthi angacelani nje.!

Abe esethi “Nkulunkulu ngicela ungikhiphe ihlo ( iso )elilodwa. Ezwakale esethi usuyokwenza njalo ke nakumakhelwane.

Ngikhuluma ngomuntu onomona akakwazi ukucela into ezomsiza ngoba ubheka ukuthi nomakhelwane wakhe uzoba nakho. Uncamela ukuphuma iso ngenxa yokuthi nomakhelwane awakhishwe omabili awakhe amahlo.

Akaphumeleli umuntu onomona kunalokho ulahlekelwa ilokho anakho.

Qaphela umona shlobo sami namhlanje!

Ungahlali nale msg idlulisele nakwabanye.

Ubaxwayise ngomona ungasizakali wedwa ngoba wangaydlulisa uzobe unomona sengzohlala phasi ngdedele ofakazi wangafakaza ngalendaba kyobe unomona ngcela inkosi ibusise enikzwile amen

Ameni

Loading views...

Boyiqaphela intombazane ephatha afoni amabili iyingozi,
ayilali ivukangisho ebusuku ungazi Ixora nabani ubona ngoba incuma nje,
baleka ngempela mjita

Loading views...


Kubuhlungu ukujola nomculi woMaskhand ngob wamala usaleqamb’ingoma ngawe

Loading views...

Kwabase 16 Disemba verse 25 to 31: “Endlini kuyosala lona ohlezi ethi, ‘Kukwami lana!’”

Hallelujah.

Loading views...