Ama 2000 awazi ukuthi uBlack Coffee and Black Motion are Brothers uSisi wabo u Amanda Black, then uPitch Black ubhuti wabo omdala. Bonke labantu bazalwa iBlack Mambazo futhi ibona abafika neBlack Friday..
Loading views...
Ama 2000 awazi ukuthi uBlack Coffee and Black Motion are Brothers uSisi wabo u Amanda Black, then uPitch Black ubhuti wabo omdala. Bonke labantu bazalwa iBlack Mambazo futhi ibona abafika neBlack Friday..
Loading views...
Abantu bazi kahle ukuthi asikho isidumbu noma igazi elake lakhishwa iselesele. Kodwa ngendlela abalisa ngakhona. Umuntu ancamele ukuyolala kamakhelwane azi kahle ukuthi banemfene.
Loading views...
Guy: Bbe send me nudes😋😍…
Girl: Mcim! That’s so childish😕…
Guy: Ok send me ur matric results📑…
Girl: lol aibo khawme hle ndikhulule…
Loading views...
Kusenkanjini yamasotsha, ayeseqeqeshiwe esekulungele ukuphuma ayosebenza okwangempela. Kwathi ngosuku lokugcina umphathi wamasotsha (General) wabiza i-stripper sendawo ukuthi sizothokozisa amasotsha ngomdanso waso kwazise phela lobu kwabe kungubusuku bokugcina enkanjini.
Hhayi-ke sidanse i-stripper ngengoma yokuqala ethendeni elikhulu lapho ayebuthene khona amasotsha. Kuzwakale ubuwoklowoklo kushaywa izandla ejabula amasotsha, cishe kwaphela imizuzu emihlanu. Aphume umphathi ethendeni lakhe elincane, azokhuza amasotsha ngomsindo qede abuyele emuva.
Iqhubeke intokazi idanse ngenamba yesibili, lapho-ke yabe isikhumula iskibha kanye nesketi. Waba mkhulu umsindo eshaya izandla namakhwela amasotsha kujatshulwa kwaze kwaphela imizuzu elishumi.
Aphume futhi umphathi “endlini” yakhe ezokhuza ngomsindo qede aphindele emuva. Bese iqhubeka intokazi idanse ngenamba yesithathu, lapho-ke yakhumula konke u-bra kanye nephenti. Ngalowo mzuzu, alikho isotsha elashaya izandla kumbe lishaye ikhwela. Kwathuleka nje, ya-performa yaze yaqeda intokazi.
Yahamba yaya kumphathi isiyolanda imali yayo, wabuza umphathi: “Awungitshele ntokazi, athula nje amasotsha ami manje, kwenzenjani?”
Ivele ihleke intokazi bese ithi: “Kodwa General, bangazishaya kanjani izandla besebenzisa isandla esisodwa?”
Loading views...
Imagine As You Enter Heaven And Jesus Asks
“Onore Xikwembu Ke Mang”?
Loading views...
Let me 📲call 📞her … Babe asihlukane sobuyelana ngey😁 15 feb after Valentine…its a break just that I don’t know that game called Valentine idlalwa njan?😑 and where?
Loading views...
Uzwe umuntu ethi akahlangani yena namadimoni, akayidli nje ingulube.
Kodwa mayese Restaurant ubiza o- beacon an eggs alandelise nge plate lama Ribs.
Loading views...
If awukaze uzwe unginithanda noyi 2 awuwazi mjolo sayingane.
Loading views...
Yayenziwa kanjani i paternity test kudala?Lalela ke…Uma lengane okungeyon’eyakho igijima nezinye yayiwa ingakafiki kuwe lapho zikuhlangabeza uphethe okumnandi.Why?Yayiwiswa amadlozi akini ngoba esekhathele ukukubona wondla igoya(ingane yebhantshi)
Loading views...
Kunzima emhlabeni ngihlangane nomunye usisi ekuseni ibele elilodwa liphandle ephethe iHandbag ngambuza kanti kutheni uhamba ibele liphandle libuhlungu yini , yazi losisi uvele wawisela iHandbag phansi wabamba ikhanda ehlaba umkhosi ngamangala mina ngathi yini inkinga sisi , Wathi ngikhohlwe umntwana eTexin
Loading views...
Zulu: Selimathunzi Duku Duku…
.
.
.
Pedi: Selimathuntsi kudu kudu..
Loading views...
Umona
US’thole kwakuyindoda ezihluphekelayo. Kwathi ngolunye usuku yakhetha ukuthandaza.
Ithi “Nkulunkulu ngiyahlupheka ngicela ungiphe nje okuhle.”
Nangampela uzwakale umthandazo wakhe kuNkulunkulu.
Amphendule u Nkulunkulu athi, “Cela noma yini oyifunayo, kodwa yazi ukuthi kukho konke ozokucela, ngizonika nomakhelwane wakho kuphindwe kabili.
Avume uSthole
Nangampela acabange ukucela imoto, abuke ukuthi umakhelwane uzoba nezimbili. Ayeke!
Acabange ukucela ibus, abuke ukuthi umakhelwane uzoba namabili.
Ayeke!
Acabange ukucela uR5 million we lotto, abuke ukuthi umakhelwane uzoba no R10 million.
Ayeke!
Athule, ecabange ukuthi angacelani nje.!
Abe esethi “Nkulunkulu ngicela ungikhiphe ihlo ( iso )elilodwa. Ezwakale esethi usuyokwenza njalo ke nakumakhelwane.
Ngikhuluma ngomuntu onomona akakwazi ukucela into ezomsiza ngoba ubheka ukuthi nomakhelwane wakhe uzoba nakho. Uncamela ukuphuma iso ngenxa yokuthi nomakhelwane awakhishwe omabili awakhe amahlo.
Akaphumeleli umuntu onomona kunalokho ulahlekelwa ilokho anakho.
Qaphela umona shlobo sami namhlanje!
Ungahlali nale msg idlulisele nakwabanye.
Ubaxwayise ngomona ungasizakali wedwa ngoba wangaydlulisa uzobe unomona sengzohlala phasi ngdedele ofakazi wangafakaza ngalendaba kyobe unomona ngcela inkosi ibusise enikzwile amen
Ameni
Loading views...
Uma isaphila🍑 inikwa obhuti abasebenza Kahle nabezimoto Uma isisuza🍑 inikwa thina
Loading views...
Wake waba nenhlanhla Yamawengane oletha iboyfrnd yakhe kini.
Uyamazi u don’t care Mabuza?
Loading views...
Ubani owake waya eMnambithi asichazele ukuthi kunambithwani ngempela?
Loading views...
Umuntu athi indoda yakho ikwenza islima as if eyakhe imenza udokotela🙄!
Loading views...