Umuntu athi indoda yakho ikwenza islima as if eyakhe imenza udokotela🙄!
Related Posts
UMaMkhize wathosela uGumede iqanda. – Gumede: “Ngithanda elibhoyiliwe iqanda.” – MaMkhize: “Uxolo Qwabe.” – Ngakusasa amenzele iqanda elibhoyiliwe. – Gumede: Continue Reading..
UCocacola angayifaka iAlcohol ku2L wakhe inkinga inina eniyothi meseniphuzile nidelele nitshele uBheki Cele. Futhi nina!!!
Kombe mawuthi amadoda ongoqo basuke benqaba nemali yoban konje
Kwathi ngenye iday ngigibel tax nomxhosa bembuza kth uzokwehlaphi wezwakala esememeza plus esebeack seat wathi ishaye driver uzobona masendehla😂
Cela nitshele lomjita ofunda le post ahlukane noshela intomb yam Ku inbox
Iwayini elidayiswa ngebhokisi akusilona iwayini, njengoba ne-Ricoffy kungesilona ikhofi. Inbox location yakho uma ufuna silwe.
ithemba alibulali kubeliyabulala ngabe sengabamathambo mhlophe, bolibeka nalapho lingekho khona
The way kubanda ngakhona ngicabanga nokuya kasathane👺ngiyo wothela lomlilo🔥 bese ngiyabuya
