Sub Categories

Unesishwapha kodwa awukwazi ukupheka ubriyani kanti wiNdiya elinjan?



Asikhohliwe Amaxhosa ecishe esha ne-flat🔥Emi kwi EMERGENCY 🚪 Door 🙆‍♂️
Ethi mfondini☝️kubhalwe ukuthi
IMA✋NJE🗣️NSiiii?⛔

Normal price R10

Black Friday : R29,99 for 3

Ugijime ke nawe nekhala ngath ididi niyophushana estolo

Umuntu uyamangaz akufune imali ngathi wathathi sv ngenkathi umshel


Umthole usne elandelwa iympukane Kanti akaygezanga leyanto


Ingene I couple 👫 ilwa etaxini

Him:bbe yehlisa I voice abantu basibhekile
Her :uzonya nabo phela
😂😂😂


Nawu umyalezo engiwbhekisa kulamajita eshleli nawo emakhaya esingasebenzi, ngzocela siphume sphathe zonke iykhali esnazo sbhekise amabombo ethu eNtuzuma kulomfa ekthiwa u LUH. Uyajwayela llomshana akayazi induku akahloniphi kfanele simshiye enabile khona ezohlonipha oMalume.

Ayhlome ihlasele

UmaBhengu wayenezingane ezinhlanu zifeba kodwa zimfihlela wabizwa eskoleni watshelwa wafike kothisha wathi amadidi enu afebayo

Bathi ngimubi kodwa khona engithi mangbabpn 😲😲kbuyithemba🤗


Mina I post jokes for my crush 👩🏽‍🦰, angazi-ke ukuthi nin’abanye nisuke nihlekani.

Angazi ngempela ‘yazi.


Thol’ukuthi kaaade wagcina ukuthandaza,
kuthi la uthandaza khona uqale ngokuthi:
“Unjani Nkosi? Ayisazani…”

Bese kuzoba yile genge yaseGoli e-pronounce u”R” ngathi ineskhohlela emlonyeni. ✋🏽

“25 grhanta.”


Ningcono nina baniphushile nje kuphela, mina ngibuye sengigqoke uphaca owodwa kwi-Black Friday.

Sengibuya kule Black Friday yakhona,
ngibabaze ngababaza amanani “aphansi” qede ngabuya ekhaya.