Sub Categories

Ukube iKuku🍑 Kuyenzeka iBhede Kwakuyoba Khona i Womens Clinic not iMens Clinic

Are you still with me ?😂😂😊🙏 Akusho mina Kusho u Sneh



Kolo December ✋
Galfriend: “Bbe ukuphi ?”
Boyfriend: “endlini why?”🤔
Galfriend: “ngithole u Moreki, geza uzenze i Gay sizophuzumuntu”🤷‍♂️

Ivele ibembi iEx ungathi ungayibhadala R50 every week ukuze angayithi vuu eyokuthi lake lajola.

Uyeza uDecember neSdina sawo
Uphume uyothenga isinkwa neAIRTIME
Ubuye Usudakiwe😞


Mase kuthiwa indaba yababili ayingenwa. Kodwa bona laba ababili sebeyitshele umphakathi wonke. Nidlala ngathi nina.


Ubone umama onehlo elilodwa kodwa uma esexoxa umuzwa ethi angilalanga ngibheke ngawo womabili


Ngisanda kuthumela R50 e-Wallet kumama wengane yami.

Bafowethu asondleni izingane zethu!


Ave eyinkinga umuntu ofuna uname mhla kuneme yena,kudlulele ke makuzoba owesifazane kuvele kubeyinkinga nje, ay futhi bandla!!!


Nu 10 endlini kini kukhona one bread uyafika wena uzothatha ama slices awu 6.Ngyababona laba abanye..Uchazani,?kahle kahle uthini esinkweni? Why vele?🙄🤔


That moment you’re eating at a friend’s house an the 3yrs old kid keep screaming ” letha u kudla kwase khaya wena letha