Sub Categories

“Bharakwana, Bharakwana!”

*clap, clap, clap*

“Isibhedlel’esikhulu!”

*clap, clap, clap*

“Sasiza uNgidi.”

*clap, clap, clap*

“Ephuk’umlenze.”

*clap, clap, clap*

“Sasidlal’umadl’i-atchar.”

*clap, clap, clap*

“Ngaphansi kombhede.”

*clap, clap, clap*

(Qhubeka)



Someone wrote :
.
She’s 3months pregnant…
Sengingabaleka or ngithi ukuma kancane???


Sanbona igama lami uPhumlani, eh nghlala eNewcastle, eh thnx for reading my story.. eh b4 ngiqale angiqale ngibingelele bese singena odabeni.

Eh Syabingelela kakhulu kuwona wonk umuntu ola. Ngethembe syaphila sonke. Angbingelele bakwethu besengingena odabeni ngoba nesikhathi asikho kahle, Sanbonani sboge ithuba; asethembe sonke samukelekile.

Njengoba bese Ngshilo keh ukuthi igama ngingu Phumlani angbingelele ezkhulwini zonk ezisivakashele ngokwezikhundla, Sanbonani siyanamukela.

Ngbingelele nakumuntu wonke ongaphakathi Sanibonani nonke.

Bakwethu iskhathi esinaso sincane kakhulu ngakho angbingelele masinyane bese sidlulela odabeni.

Ukuze songe iskhathi mphathi hlelo angizukubamude kakhuli. Angbonge nakuwe ngethuba osungiphe lona ngyakubingelela nawe.

Ngbingelela kuwona wonke nje umuntu ongaphakathi, wonke umuntu. Sbingelele bakwethu.

Nawe osekhaya syabingelela, abasemajele kuphi nakuphi ezbhedlela syabingelela nakubo. Kuhle ukbingelela masiphila ezweni. Sanbonani.

Eh bakwethu iskhathi esinaso sincane angingene odabeni. Nobengakangeni ngibingelela angimshiyi ngaphandle Ngyabingelela nakuye Sawbona boh….!

Ngenxa yesikhathi ngbona umphathi hlelo usekhomba iwashi lakhe ngyacabanga sekuphele iskhathi. B4 ngbuyele phansi agbingelele nakuwe mthandi ka Facebook Sawbona sesphoxwe yiso iskhathi ebesingekho ngabe ngyazibingelela nami.

“Ayichithwe lenkukhu, awekho lamanzi.
Kahle hle lodoti uzowufundisa izingane zethu.
Uma wafika ngengwenya๐ŸŠ,
usungakwetela ubambe egodukayo.


Ngikwethemba impela kodwa umlomo wakho ay awuthembeki ,
into ephuma kuwo,shintsha mtakababa


I wonder imusk iyikhusela kanjani icorona
ngoba iunderwear yohlulwa ngomsuzo๐Ÿ˜Ž

wemaNdaba ngidedele uzoyibona Indoda la izovuka khona ngizokwenza doti, kwasho uKiyo esemphindile unkosikazi, ungamdedela wena umuntu esesho kanje aw ngeke Mina bandla

Ama-family gathering aseyabhora ngoba sekuyithi omalume abadakwayo.


My first time ngingena e DEBONAIRS NGATHI NGICELA UJEQE WE VANILLA BANGIHLEKA


Kwawa incwadi, sagoba sobabili sayicosha. Saphakama kwahlangana amehlo, ngamamatheka. ๐Ÿ™‚ Wathi: โ€œUsinekani?โ€
Ey, ngoba amantombazane izinja. ๐Ÿ˜ฅ

Ladies sometimes you have to surprise your mother-in-law and send her your nudes and be like โ€œBona ngwana wa hao o ja fresh jwang!!”


Ngenxa yesasasa layizolo, sibale saze safika kwinkulungwane (1 000), namhlanje sizobala sifike kwizinkulungwane ezilishumi (10 000). Let’s go!

1
2
3
4
5
6
7
8
9
10
11
12
13
14
15
16
17
18
19
20
21
22
23
24
25
26
27
28
29
30
31
32
33
34
35
36
37
38
39
40
41
42
43
44
45
46
47
48
49
50
51
52
53
54
55
56
57
58
59
60
61
62
63
64
65
66
67
68
69
70
71
72
73
74
75
76
77
78
79
80
81
82
83
84
85
86
87
88
89
90
91
92
93
94
95
96
97
98
99

Whoa! ๐Ÿ˜ฑ
Hold on, speed kills son! Ijubane liyabulala!
You can’t scroll from 0 to 120km/h in 2 seconds, ‘yazi uzofa kubuhlungu. Ngisho u-Usain Bolt akanalo leli jubane oskrolla ngalo wena. Uthi ikhona yona imoto enejubane ngale ndlela oskrolla ngayo? Angikholwa.
SPEED KILLS, UNGAGIJIMI. ๐Ÿคš๐Ÿฝ

“So, niyaye nenze njani kuma-situation anje?”

Kubuza mina ngicaba ithambo eSpur ikhadi seli-decline okwesi-4.