Sub Categories

Umuntu Ono-Matric Akadakwa Kodwa Uba “Under The Influence Of Alcohol”
Asihloniphaneni Bafwethu



Hi Babe imoto yam iyahlupha ngiku N3 between Nkosi St & Majola Rd. Problem ngathi yiWindscreen ye engine. I-fanbelt ayifuni ukuvula i-bonnet yeboot. Dashboard ayingeni kuReverse plus i-spare wheel siphelelwe i-brake fluid. Ngapha amaVeiw mirrors adinga i-oil. Kunzima love I’m not sure ukuthi ngizofika in time for Valentines!

Ubani ofuna I Airtym?
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
AKAYTHENGE PHELA


👩🏽‍🦰: “Babe, ubaba ushonile.” 💔 😭

🧔🏽: “Sorry babe, but kungcono manje usuzophuma kalula.”


Me: Bae World Cup Phelile
Her : Njenge Relationship Yetsu


Vodacom >>>>MTN 💝😌✊..!!

Angna Langa Lonke..!! At least Ka MTN Ikhona iHappy Saturday

Ngeke ngikhohlwe
Ngigibele itaxi kwaseku ringa iphone yomuntu wathi eyiphendula wathi:
“Sho boss lo muntu ngigibele naye la etaxin ngizokhona ukumdubula uma esehla estobhin kubo”
Kwathi nya etaxin…sonke salala kibo kuka driver.
Wawungehla wena?

• When you texting with your crush
and you have nothing more to say ,
You’ll be
asking things Like
.
.

“So nawe uku 2018”?


Umuntu adelele akhohlwe nawukuthi ngiyayazi ilocation🌎 yakhe….Ngizomthumela ngeWeather ⚡akangazi kahle.


Usuke unenhlanhla uma u-bae wakho ekuphosta, mina angikho ngisho nakwi-gallery!


Celukubuza kuyicala yini ukubuza impilo kumuntu emva kokubingelela? Uvele athi ngiyaphila angasakubuzi wena unjani, ngangithi kwenziwa yizingane zodwa nabadala ke sebenawo lomkhuba yashonaphi inhlonipho maZulu

Ngendlela engimuthanda ngayo, sengicabanga nokumbhala kumaPex asekhaya.,ngeke💕