Waye sethi u Adam ku Eve zama imali yokuza mina ngizo zama yokuthi ujike
.
Amahubo 31
verse 9
Sub Categories
Ladies sometimes you gotta surprise your mother inlaw and send her your nudes and be like “Bona ngwana wao oja fresh njan
uzitshele ukuthi uthole umaqodana wakho
.
.
.
kanti usuthole u paper 2 we-X yakho
Nqizwe bathi ama panty eLace are not for everyone ,
lezi ezinqa shavi kuba nqathi utshani obuvele ku pavement
Yaz Abe mubi umuntu uze ufune nokumbuza kuthi is it painful
Even if U in a wheelchair ,
a Zulu guy is still going to
ask U
“hamba kanjan mfethu”
Umfundisi uyazihambela nje edlula e Police Station, abone ipholisa elihleli egedini lifunda ibhayibhili amangale ukuthi amapholisa lawo ayabala ibhayibhili . Asondele umfundisi athi kahle ngibuze nje umbuzo odakiweyo athi ‘ ngubani owabulala omunye phakathi kuka Cain lo Abel ? Umpholisa aphendule athi angazi ngena phakathi uzabona u constable ohlezi phakathi nguye obona ngeze murder , mina ngiku traffic .
first thing when i get to heaven ngiyobeka ama bag ami e roomini lami bese ngiyo shaya i 2 nyana no bra Jakob
uDr Malinga uzolala njani kodwa uBabes Wodumo uJiava Phezíkombhede
Indoda ifana nentambo yescathulo ingena ezimbobeni ezining before ifasa ifindo
.
Bumped to my Ex
.
Ex: Hey Rich wow waze wakhuluphala ayi shuthi izinto sezikuhambela kahle☺
–
Rich: Hahahaha wow nawe waze wancipha shuthi ngangikuphethe kahle😂
–
Ex: Hahahaha namanje usabheda😂😂Yazi angikholwa ukuthi savele sahlukana kalula kanjalo sesithandane 7 years wonke😢
–
Rich: Jah neh.😐Well ngisaphuthuma I hope sobuye sibonane💪
–
Ex: Okay Rich ngaze ngajabula ukukubona Thatha nansi inamba yami.😉
–
Rich: Okay😀 Nansi ifoni ibhale😑
–
Ex: Mmmmm nazo ke sengiyibhalile😐 usungayi saver😮
–
Rich: Eish isave wena😕
–
Ex: Angikwazi uku saver ngale phone yakho😧
–
Rich: Eish…okay konje igama ubani?😰
–
Ex: Nxii uyinja Rich sathandana 7 years awusakhumbuli ngisho igama lami😯😩
–
Rich: Okay Ngzothi 7 years k
Bafwethu SikwaNONGOMA nomjita wami Siqambe Amanga Sathi siDISTRUCTION BOYS Ngikhuluma nje sidla inyama mahhala,Uma ngiqeda ukuluma ngivele ngithi HAIIBOO! Bavele Bahlanye BaJaive Bonke
Lolz Love ths one😂😂😂
Joke by Nonhle Snothando Marawhy
.
Convo between senzo n cashier
Cashier: bhuti your card has been declined😒
Senzo:manje umemezela uban nezinywele kwangathi impepho
GAL : Bbe Ngcela Ungipha Imali Yekhanda
BOY : Ufuna Elengulube Noma Elenkomo Khona Ngizokuphathele Ksasa ETown Mase Ngothenga UBeer
When a girl has big boots
Americans : that girl has big ass
Swatis : awu uwutfwele mdzidzi lomntfwanyana
[01/24, 09:10] Dj Skinny: Eish ngaze ngamhalela locc umzimba wakhe ugcwele uboya yooh
[01/24, 09:12] Carter: Mostly abafana abakhula bezeka imbuzi yibo abagijimisa ubu hairy be ntombi ngoba bajwayela izivoko
🤣🤣🤣🤣 dlalani kahle labanye