Sub Categories

Khona abanye abantu abazi thandayo izindaba zabantu but bexakwa ezabo.
Mawu umuntu please be normally guys.
.



Whites: “The Expendables.”

Blacks: ” Le movie enez’tarring zodwa.”

Angilele ngiyacabanga la, ubani owake wezwa iphoyisa linuka i-perfume? Or umthetho awuvumi?

“Hlala phansi, angeke ufe uma ungayanga lapho!” 💔 😭

Lapho mina ngiyezwa ukuthi ngizofa. 😭


Sekufe 4 wamapleti 🍽 kamama ekhishini, phela u”Nails done” ubegeza izitsha.

Konje kusasa kuqala ama-advert kaBack To School? 🤔

Pep noJet kade balulinda lolu suku.


Bazogxumbuzisa ama-veg kwi-mayonnaise bese bethi yi-salad.


Ngaze ngabhoreka, 😩 la ekhaya abasangithumi noma ingo-R200 nje, bagcwale nge-ghost. 😎

Nithi nisahlezi kahle ebumnandini, kuphathiswe umuntu wakho ibhodlela, abuye engaliphethe athi: “Kuthiwa kushoda u-R4.”


Ubhlokhe uSphelele abuye senguPerpendicular Pelepele The Unblockable Pels.


Ngiyavuma nizongiphuzisa namuhla, kodwa musani ukungisabisa ngokuthi: “Sizokushiya uma uphapha

Mina angeke ngikhontrolwe yikhalenda, never! 🤚🏽
Futhi nje, happy Valentine’s Day bathandi bamahlaya esiZulu.


Ayikho indoda eyenzana i-profile picture, ngaphandle uma wena nonyoko nazi ukuthi nayenzani ingane yabantu. 🤔