Muntu a hambe aye goli at masebona umthembu umuzwe sethi nali thembeni😂😂😂
Related Posts
Labantu abane drama abantu abangakaze bezwa uMandela ekhuluma nge peace? 🙄😂
Ubilisela mina amanzi nje.. nawakho aseyafudumala
Angazi ukuthi angina muntu or U bby akanamina or Sobay2 asina Thina
ungene nge vosho ku relationship yabantu kanti badla itreatment💊 uphume ushaya nayi le walk.
Konje kusasa kuqala ama-advert kaBack To School? 🤔 Pep noJet kade balulinda lolu suku.
Never compare ibeef yase Woolworths neyase Roots, because izinkomo zase Woolworths zihamba icounseling before bazibulale.
Uyazi ukuthi umthakathi akayisweli into azokujaha ngayo. Ngokuthi nje awukho upelepele🌶️ kusayimbali🌺, Sengonile.Sengizwa kuthiwa awumbiwa ndawonye.Ngopelepele??🤷♂️
Ubone umama onehlo elilodwa kodwa uma esexoxa umuzwa ethi angilalanga ngibheke ngawo womabili
