Sub Categories

Angyazike ke leeh.uDolly no Cyntha baqale istokofelaπŸ˜‚ ukuze bakhokhele inkabi ezobulala uSophie.



Black people when they see Thando Thabethe on another show besides generations they be like ” Nangu Nolwazi “πŸ˜‚

Wake wajola nomuntu ophathwa ikhanda. Obona kahle nje ukuthi kade lamqala and alikazukumyeka ngoba naku kukhona wena. Uyabona futhi ukuthi usezame yonke inhlobo yephilisi, imijovo, izihlungu obaba abathize abalaphayo nogogo abathize abandizayo. Uthole ukuthi ngo 07h00 urite Kumnandi ngabo 07h15 hau liqale phansi ikhanda.


Everytime when my girlfreind has prepared a meal ukhipha i spice emabeleni asifake kweyami ngedwa iplate phela mybe si expensive …i love you bbe❀

I pain yokuba mude uthi uyazamula ugwinye inyoni ngephutha😀


Uma unentombi eyodwa beka isandla esifubeni sakho uthi “Mina ngiyslima”


Valentine’s Day eyama-2000.

Nina ma-70s, 80s & 90s kune-meeting yama-RDP ngezi-14.

First Line of every Sangoma
“NgibonaπŸ‘€ Ubumnyama”


In my hood there is a house written “sithengisa amagwinya” at at the gate but when U get to the door they have written “hay siyadlala”


Female jokes zindala zombili waphela umchilo sekafikile umokoti mnikazi wendawo


Nike nakunaka ukuthi le ngoma ethi Lorch, imnandi kakhulu i-Pirates uma idliwe?

MEN’S CONFERENCE UPDATE:

1. UDuduzani ufike neTruck 🍷 🍻 eligcwele utshwala, wazoxolisa emadodeni. Ngiyasincoma lesi senzo, ubudoda-ke lobu. πŸ‘

2. Lokhu kuqalwe izolo ukukhipha idliso emadodeni, namanje kusaqhutshekwa.

3. Dineo Khumalo, eNkangala, indoda yakho uLindokuhle Ndlovu uselikhiphile idliso. Nguye lo ophalaze idilozi esikholwa ukuthi ngelakho. Wasiphoxa emaNtungweni Dineo, ngidumele ngawe. πŸ‘

4. Kuhlubene 🀜🏽 πŸ‘ amadoda amathathu la, ebanga u-Enhle Nkosi waseNewcastle. Kuthiwa uwathembise umshado wonke. Waze wasilulaza singabaseNewcastle wena Enhle. πŸ˜•

5. UmfokaZulu uhluliwe, kuthiwa nange πŸ† akafiki kuSbusiso Shandu. Kuqhume olukhulu uhleko. πŸ˜‚ πŸ˜‚

6. Londiwe Enzokuhle waseMlazi, indoda yakho ayifikanga la. Ngiyasola idlule ePoint eThekwini yathenga πŸ‘ ngoba vele iyasthanda isinene. Isanda kubonakala nomakhelwane wakho uBusi, ungekho wena usemsebenzini. 😴

7. Nomvula Mimiza Mkhaliphi kwaNongoma, 😴 ikhale imini yonke indoda yakho la, ithi usuyiqedile ngomshiza uyishayela ukuthi ubani lo mlungu ehlezi ikhuluma naye uma umfonele ethi: “The Subscriber You Have Dialed Is Not Available, Please Try Again Later.” πŸ‘

8. Nomonde Zondo Elihle kwaMashu, indoda yakho uSiyah Hamilton WeGcokama Elisha osuka oLundi, uthi uphumule la uwena nezisu ezimbili, uqhube wathi uhlulwa i-Woman On Top. Wathi wena uvele ugxume ngathi ixoxo 🐸 ujike ukhale ngoShembe.

9. Thando Abigail KaBabakhe eThekwini, indoda yakho uSihle πŸ˜“, isivele yaphalaza i-penty lakho la… Ithi wayifunza lona ngenkathi nisaqala ukuthandana. Ithi sekusele isokisi manje.

10. Nombuso Ntombizidlujeqe eTongaat, indoda yakho uPhila Msobh’onogcobo Ndlovu, useshaya u-round 5 manje πŸ†πŸ‘. Ubhizi noGC ngale endlini encane, uthi akasabuyi ekhaya.

11. Palisa oPhongolo, indoda yakho uSihle Mbhele, uyagiya la uthi wakushela ngomuthi uyisiyoyoyo sakhe wena futhi uyimpatha. πŸ‘

STAY TUNED, I’LL KEEP YOU UPDATED LADIES, KANYE NANI-KE MAJITA (SINGLE GUYS) ENIJIKISIWE EKUSENI. SIYAVALA KUSASA.