Ubuye Eksen Bathi Uyadelela😏
-Ubuye Ebsuku Bathi Uyazilawula😏
-Ubuye Emini Bathi Ubuyiswa Yindlala😏
Kanty mele Sibuye nini??
Ubuye Eksen Bathi Uyadelela😏
-Ubuye Ebsuku Bathi Uyazilawula😏
-Ubuye Emini Bathi Ubuyiswa Yindlala😏
Kanty mele Sibuye nini??
Uthi usalele esbhedlela ubone uDoctor ekhuluma nabantu baka AVBOB bekhomba wena.
Namhlanje kumhlaka 25 usuku lokubizwa My Love, Babey, Sweetheart lamanye nje amagama aromantic.
Khoninto efunekayo ke lapho
Umzulu ulele ngaphansi kwemoto uyayikhanda
kuvele kuqhamuke umsuthu abingelele
Msuthu : Dumela ntate
Umzulu : soxabana wayidumisa mhlathi
kanyoko
Yaz sometimes mele uke
uzenze islima nje umthande umuntu wakho
noma ekuferbela nje umthande
noma engakwenzi i pp uqhubeke umthande noma ekuziba ku whatsapp ungapheli moya umthande
SENZO :Noma ubasho wedwa o Gudmorng no Gudnyt
mntaka gogo ungapheli umoya uqhubeke nje
umthande umuntu wakho
Kuthiwa kuzovulwa utshwala
kodwa manje kukhona asebeshefa amakuku🍑🙄🥱✋
If unenkinga Nam khulum uyek ukfela ngaphakath njengemoto
Ezulwini njalo akunama Make up🌚 sizonihleka size sibambelele ngo Jakobe😐
Umfazi akabekwa isandla.
That’s why ngimshaya ngelitje.”
Kwanongoma kuthiwa amanzi bawakhokhla enduneni ngob uMfula udlula ngasemzini wenduna
I know I’m not the the only one who says
voetsek silently
when I greet people and they don’t respond
Umbona ngokudla etekisini ukuthi shame baningi kubo
Thina Asinandaba 👐noma bangakwenza IP.p 😊vele nomsebenzi weKati🐈 ku Peanut Butter asiwazi🤷♀️🙄
Ufike uphe umuntu i-lift, nisahamba kanjalo nihlangane neMercedes AMG umuzwe esethi: “Uyabona-ke, nazi imoto zangempela!” 😕
Bayabuya-ke abantu baseGoli nokufaka i-roll on ize ifike ezimbanjeni. 😐
Ngicela umuntu ozongiboleka ufafandrethi (R500), if ngingawubuyisanga end of July then you can block me.
It’s fine, I’ll understand.