Sub Categories

Welcome to Voicemail
Sengath bengicelile
Kungena khona…



People who use Cell C be like”batho ba timang di data ba bora” . Yeii come to vodacom otla utlwisisa, Kore le alarm eja data.. Calendar yona haksa bua

Lento yokulala esofeni wasekhweni lami ngikhamise ayingphath kahle ngizwa ngomamezala eseth “Vala umlomo mkhwenyana uzophupha kabi”


WHITE:HE HAS LOST WEIGHT

BLACK:USEMNGAKA


Abathand indaba ubezwa bethi
Ngisho esedla I chappis akalifuth ibhelunde


Pedi pple can confuse you on the phne while saying am in Durban they say

“Ke ko tepene”

Your man is a lucky guy.โ€œ
Bakithi, nawe uma ufuna ukuba โ€œluckyโ€ ngishele ngikuqome, nibe lucky nonke! ๐Ÿ™„
YONKE IMUNTU IBE LUCKY


1. Ungakujwayeli ukukhansela izinhlelo ngokusebenzisa i-SMS okukanye ama-ama-instant messaging services.

2. Uma uzithola umile usubuka ama-street performers noma yikuphi, ubophosa phela okuncane (noma u-R2 nje).

3. Uma utshelwe imfihlo, uyigcine.

4. Uma ukwazi ukwenza something, akusho ukuthi yenza, zithobe.

5. Uma uzovakasha, bazise labo ozobavakashela.

6. Ukuxhawula kungcono kabi kune-autograph.

7. Uma unabangani abasha, ungakhulumi ngabangani bakho abadala.

8. Awuzikhetheli igama lesidlaliso (nickname).

9. Uma ushada umuntu, khumbula ukuthi ushada nomndeni wakhe wonke.

10. Ungalokothi ubuze umuntu wesifazane ukuthi ngabe ukhulelwe yini.

11. Ngosuku lwakho lokuzalwa, yiba nesikhathi nomama wakho, okukanye umfonele. Ngusuku lwakhe olukhulu naye.

12. Uma uvula isipho/izipho, khumbula ukuthi akekho othanda umuntu oqagela ashaye emhlolweni.

13. Uma usulidlulisile iphuzu obufuna ukulicacisa, yekela ukukhuluma.

14. Vuma uma usephutheni.

15. Uma ucele ukusiza, ungayeki uma umsebenzi ungakapheli.

16. Mbuke emehlweni umuntu uma ubonga, okushoyo akuphume ngaphakathi kuwena.

17. Ungaphenduli umakhalekhukhwini uma nihleli kwi-dinner table.

18. Zifundise ukuzixolela wena ngamaphutha akho.

19. Yazi okungenani ihlaya elilodwa okuthi njalo uma ulixoxa liqhephule wonke umuntu ngohleko.

20. At least funda ukupheka that one good meal.

21. Funda ukushayela imoto ka-manual.

22. Akukho okubi ngokuya kwi-movie theatre uhamba wedwana.

23. Funda ukubamba ulaka lwakho.

24. Yazi usayizi wezimpahla zomuntu wakho.

25. Funda ukuba yi-good listener, hhayi ukulinda nje ithuba lokuthi nawe ukhulume.

26. Uma wenze isethembiso, sifeze.

27. Uma kungukuthi usafunda, ubozejwayeza ukuhlala phambili. Soon uzohluka kwabanye, hleze nezinga lokuphasa likhuphuke.

28. Uphathele umama wakho imithwalo, naye wakuthwala izinyanga ezinti *ephakamisa iminwe eminti*.

29. Uyibekezelele i-airport security, benza umsebenzi wabo.

30. Akungakhuzwa wena ngomsindo during a movie.

31. Khumbula, izinsizwa/izintombi zithanda umuntu ogezayo.

32. Uyilokhu okwenzayo, hhayi lokhu abakushoyo.

33. Funda ukushintsha ithayi lemoto, ungabi u-cheeseboy kumbe i-slay queen.

34. Uboke uhlale nje nogogo nomkhulu, lukhulu ongalufunda kubo.

35. Ungalahli ngewindi emotweni, faka esikhwameni uze uthole indawo ebekelwe ukulahla udoti.

36. Uma unosisi/bhuti wakho, zama ukwazi i-boyfriend/girlfriend yakhe. Sometimes your opinion is important.

37. Yazi amagama okuyiwona wona eculo lesizwe.

38. Kungenzeka umdanso wakho awukho ezingeni, kodwa kungcono ukuzenza wena isilima kunokuhlala nje wedwa ebhentshini ubuka abanye bezitshukutsha.

39. Yiba namaphupho, zazi ubhekephi.

Ake ngime la muzi wakwethu, sengikhathele uku-typer…

Kwaze kwangisiza ukubuyela kwinsangu, bheka nje sengibhala izinto ezi-right kanjani! ๐Ÿ™‚


Ama 2000 awazi ukuthi uBlack Coffee and Black Motion are Brothers uSisi wabo u Amanda Black, then uPitch Black ubhuti wabo omdala. Bonke labantu bazalwa iBlack Mambazo futhi ibona abafika neBlack Friday..

Wife : Wena Phuthi ngibone uSusan ekwenze I profile picture yakhe.?
Me: Ohh ok.
Wife : Uthi ok njani mina ngikutashela. Uyini kaSusan wena?
Me: Ngiyi Profile picture yakhe angithi nguwe otsho njalo.


Ashiswa nini ama Male Bestie vele??
Mina ngizofika ne cutting touch๐Ÿ˜

Kahle kahle umawengane kumele ashelwe 2 minutes not 2 days โœ‹๐Ÿฝ๐Ÿ˜…kuncengwa intombi hhayi umama๐Ÿšถ๐Ÿฝโ€โ™‚๏ธ๐Ÿšถ๐Ÿฝโ€โ™‚๏ธ

Kwawa incwadi, sagoba sobabili sayicosha. Saphakama kwahlangana amehlo, ngamamatheka. ๐Ÿ™‚ Wathi: โ€œUsinekani?โ€
Ey, ngoba amantombazane izinja. ๐Ÿ˜ฅ