Sub Categories

Uzath i taxi 🚕 ihamba kancani kanti isindwa yilobu febe bakho



USibanda usebenza eMoshi (mortuary) ukugeza izidumbu, one day efika endlini evela emsebenzini: ‘uyazi nkosikazi namuhla emsebenzini kwenzeke isimanga, ngigeze esinye isidumbu esilepipi egobileyo elensumpa ezimbili’. UMaNcube aphathe imikhono ekhanda asiqhinqe: ‘Mayebabo Nkosi yami uGwebu kasekho’

UMkhulu nogogo Nhlabathi babengenayo ingane impilo yabo yonke ngenhlanhla embi bafa bobabili engozini yemoto bangcwatshwa.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
Angazi uscroller uyaphi ezansi ngoba ngishilo ukuthi bafa bangcwatshwa manje ufunani?or ufuna ilifa?

Ukudide ushintshi etaxin uzizwe usubuza nento engasile usuthi
“konje laba abawu four bathe bangaki?”


ufice iCrush yakho estolo uvele uthenge ama Tennis nama Lays nge Mali ye Klabishi


Phone call:”Sure boss nayi lenja ngigibele nayo la taxin…ngitoydubula nayehla”
AZANGE SEHLE SONKE KULEYO TAXI.


Kuwele impukane emanzini okugeza manje ngihle ngawachitha wonke angifuni zinto zobutshapha. Ngizogeza kusasa.


Ngiphuphe ngiyi Nkomo,umfazi ka mngani wami ewutshani.
Lokho kusho ukuthini?


Ma nudes esdudla afuna ngatsi ungawabheka ku plasma


Phone call:”Sure boss nayi lenja ngigibele nayo la taxin…ngitoydubula nayehla”
AZANGE SEHLE SONKE KULEYO TAXI.

Akulanto ebuhlungu njengokuqanjelwa amanga emcimbini kuthwe sudlile wena ungadlanga .