Inbox your crush and say “Yaz abantu bayangsukela bathi Syajola.
.
Thank me later
Sub Categories
Whites: Pass me that ear buddy. My ears are itchy.
Blacks: Nxxx awungiphe usiba lwenkukhu lapho yazi kune ex yami engihlebayo.
Whites:ATM
Zulu’s:Mshini
Whites:washing machine
Zulu’s:Mshini
Whites:hair clipper
Zulu’s:Mshini
Whites:pencil sharpener
Zulu’s:Mashing
Whites:big car
Zulu’s:Mshini
White:Zuma
Zulu’s:Mshini
Maabsbosh
Ladies sikwi Relationship not Catering business
so umuntu makasuke kubo edlile
Selokhe kwaqa amakhaza khaza awasekho lama post
Athi amadoda yizinja
Ladies, sorry to say this…
But if you looking for a perfect man to love you, you won’t find him because he was hung on the cross many years ago.
My advice to you is “Bamba lokho okuvukile”.
Ladies indoda inikezwa uthando qhaa.
Ofuna ikhekhe umbonise istove abhake.
Singaphelelwa osisi bethu.
uINNO no Ngidi bahleli ebhasini. Kuthe kusenjalo
kwangena indoda enempandla ecwebezelayo.
Bahleka base babhansane onkabi baze basho bathi,
“Isibuko sezinyoni phela lesi!”
•
Athi uINNO,
“Uyazi Ngidi mina ngingayishaya leyandoda ngempama empandleni yayo
kuze kube kathathu maqeda ingangenzi lutho!”
•
(Aphike uNgidi athi angeke. Athi uINNO asibheje R100! Babheje)
•
Asukume uINNO aqonde kulendoda afike ayishaye kakhulu ekhanda bese ethi,
“Wena Spambo ulana kanti? Kunini sikufuna Lwabishi!”
•
Iphendule lendoda ithi,
“Angiyena uSpambo mina mfethu! Futhi angimazi nakumazi.”
Ayiphinde uINNO ayishaye kuthi Phaxa ekhanda layo bese ethi,
“Amanga wena Spambo maaan! Usuyaziphika doti?”
•
Idinwe lendoda igcine ikhetha ukuyohlala emuva, iyabona
ukuthi lomuntu uyayifanisa.
•
Ahleke uINNO bese ethi,
“Ngidi, sengiyoyishaya okokugcina manje leyampandla!”
Ashone khona uINNO afike ayishaye kakhulu ngempama
ekhanda bese ethi,
“Kanti wena Spambo ulana! Yazi sengize ngashaya
umuntu ngimfanisa nawe lapha phambili Lwabishi!!!”
STEPFATHER: ningphatheleni namhlanje zingane?
I’NGANE:sipheth baba wethu
Ayize i Fathers Day
Ni post labo baba
Abondla ibhomu ewuwena
ISIDINGO…..THE NEED
IMBEWU….THE SEED
YIN OKUNYE OKULANDELAYO???😂😂😂✋
INSANGU…..THE WEED
Her : Yoooh Ungigcokele Kahle yaz😍
Him : Angigcokelanga Wena
Girlfriend : Bbe😍
Boyfriend : Yes hun❤
Girlfriend : Sacela ngiphe imali ngiyafa yindlala
Boyfriend : Unayo i change ye R100?
Girlfriend :Yes boo😘😍
Boyfriend : Sebenzisa yona ke
LABO SISI ABADLA INHLABATHI IBONA ABAZALA O
BRICKLAYER NO DAKA BOY
Ever noticed?
Umuntu wesilisa ma egqoke ama pyjama ungathi luhlanya ulufohle esibhedlela.
Thats why ngingawathengi mina.
Zahara: loliwe loliwe why did you lie
Black: loliwe loliwe wai dudula
I can’t believe people have been singing a lie for 6 years