๐ป๐ด๐ถ๐ป๐ฒ ๐ป๐ฑ๐ผ๐ฑ๐ฎ ๐บ๐ถ๐ป๐ฎ ๐ธ๐๐๐ต๐ผ ๐๐บ๐๐ป๐๐ ๐ฎ๐ฏ๐ฎ๐บ๐ฝ๐ต๐ถ๐ธ๐ฎ ๐ธ๐๐๐ฒ ๐ธ๐๐ฐ๐ต๐ถ๐๐ต๐ฒ๐ธ๐ฒ ๐๐๐๐ต๐๐ฎ๐น๐ฎ
Sub Categories
Ngicela ungithumele ifoto yakho,
it’s not that ngikukhumbulile ngifuna kuyibeka ekhishini ngithuse amagundwane ngayo, ngincede pls ngiphelelwe i rattex.๐๐๐๐๐
Wake waphuza 2 nyana wasusiwa ngephutha, bathi hamba uyelala sudakwe kakhulu, wathi uyachaza ukuthi uwe ngephutha, bathi buyeke buyakudelelisa?
Sekuba nalokwe bafana
Kwekushaya I one nje leyi 1 vho
Kulale ngatsi kushashwe ngumphakatsi ๐๐ ๐๐๐๐
Ayy abanye abantu babi mara ayy njengalona ofunda lana๐๐
KFC cashier: would you kindly donate a R2 that will feed a hungry child out there
.
Zulu: mbizeni ngizodla naye
Sisi uya prevent kodwa kwamanje u single
Udliwa yini ngune mbeza ? ๐
“I Love You” is enough!! ๐๐Labo Deeper than the Ocean ke angazi abani bakithi, muntu sengaze lunywe oshaka ๐๐คฃ
Gulukudu uMjay etaxn ahlale eduze kuka Mbali. Kufudume nama windi avaliwe.
Mj: hlw sqeda se-Oross, awsemhle kanje. Uyakuph?
Mb: yin bhut, bengbuz direction yin? Sengzokwehla.
Mj: haw ok, ngcel ngiph inumber yakho.
Mb: nam lengnayo ngyay rentela, ngeke ngikwazi.
Ungangincengi ngoba ngeke withole.
Mj: ngyakcela khona sizoxoxa
Mb:angfuni futhi ngzomemeza๐
Mj: (emncenga) ngyakcela muhlez
Mb: (ebhavumula etaxn) NGITHE ANGFUNI AWUZW
(Kuthuleke etaxn)
Mj: haw Cc ๐ฎ ungafike usuze bese unqab ukvuli windy, ngoba nakhu sewzokwehla wena. VULI FASTELA
Passengers ๐คฃ๐คฃ๐๐คฃ๐คฃ๐๐คฃ
Angiboni ukuthi ngingayimela true love mina sengijwayele ukwenziwa islima๐ญ
Awutsi ngibute nje vele
LA bosesi I yabalimata le condom oh kudlalwa ngatsi lab๐
Namuhla amanzi okugeza awele impukane ngahle ngawalahla.
Angifuni doti phansi kwami*
Uyinike uR500 intombi yakwaNongoma uzwe isithi
“kodwa kungani ungilobolela emgwaqweni?”.
U are ungly in such a way that usabe nokuphuma
Umona
US’thole kwakuyindoda ezihluphekelayo. Kwathi ngolunye usuku yakhetha ukuthandaza.
Ithi “Nkulunkulu ngiyahlupheka ngicela ungiphe nje okuhle.”
Nangampela uzwakale umthandazo wakhe kuNkulunkulu.
Amphendule u Nkulunkulu athi, “Cela noma yini oyifunayo, kodwa yazi ukuthi kukho konke ozokucela, ngizonika nomakhelwane wakho kuphindwe kabili.
Avume uSthole
Nangampela acabange ukucela imoto, abuke ukuthi umakhelwane uzoba nezimbili. Ayeke!
Acabange ukucela ibus, abuke ukuthi umakhelwane uzoba namabili.
Ayeke!
Acabange ukucela uR5 million we lotto, abuke ukuthi umakhelwane uzoba no R10 million.
Ayeke!
Athule, ecabange ukuthi angacelani nje.!
Abe esethi “Nkulunkulu ngicela ungikhiphe ihlo ( iso )elilodwa. Ezwakale esethi usuyokwenza njalo ke nakumakhelwane.
Ngikhuluma ngomuntu onomona akakwazi ukucela into ezomsiza ngoba ubheka ukuthi nomakhelwane wakhe uzoba nakho. Uncamela ukuphuma iso ngenxa yokuthi nomakhelwane awakhishwe omabili awakhe amahlo.
Akaphumeleli umuntu onomona kunalokho ulahlekelwa ilokho anakho.
Qaphela umona shlobo sami namhlanje!
Ungahlali nale msg idlulisele nakwabanye.
Ubaxwayise ngomona ungasizakali wedwa ngoba wangaydlulisa uzobe unomona sengzohlala phasi ngdedele ofakazi wangafakaza ngalendaba kyobe unomona ngcela inkosi ibusise enikzwile amen
Ameni
Question : why did you break up with your boyfriend ??
.
White girl answer: he said I don’t give him enough time, so he saw someone else
.
Black girl answer : ahh loyo ๐ , uthe nje nywee! nywee! Ini, ini, mina nginjani, njani , kwasha kwacima, yena sewuqonywe, kuphi kuphi
๐ข๐ข