Sub Categories

Kade ngyokhongela umngani wam last week. Uma aifika laphayana bathe sibe late nge one week, kukhona abasi over(thakhile) bafika kuqala bazishaya zonke manje ngeke sisakwazi ukuqedela. Enzenjan umnganam?



Sengingaqala ngizisho igama nesbongo kulo sisi oncike kumina e taxin 🚐 noma ngithi ukulinda kancane 😋🤔?

when the conversation is sooo Nice you wish to call her mom and tell her
Ziyeza izinkomo zakho


baby vuka ngikukhape Gal chaa ngakithi ngibatshelile ukuba ngizobuya monthe end

If ujola nabangani bam, khohlwa ngendaba yomshado!
Asiyikhulumi ngisho noma sidakiwe


Mama owayengasazi isbuko indoda yakhe ubuya eGoli wathi esewasha ingubo ilumakoti wasbona lesbuko. Wasbuka wacaasuuka sethi ubaba ” baba uhlezi ungabuyi eGoli Kanti uhlalele lelizimuzimu” wabhilita umuntu


Ngamfundisa uKiss💏 Uphi manje💔😭……Sekaqabula💋 abanye ngespiliyoni sami😭😭

Waye sethi u Adam ku Eve zama imali yokuza mina ngizo zama yokuthi ujike
.
Amahubo 31
verse 9

Uzophapha lakuFacebook, come Friday next week,
you only passed LO and Home language


Kwagogo nakwamalume kuyadliwa, uma ungaphakelwa uvakashile kule mizi emibili, ayikho indaba yakho.


People be like ” I saw you at shoprite and you looked so serious”
bekumele ngenzeni?
ngihleke nama rice?

Hey wena sdakwa asikhulumi nawe kubalulekile Ku nhlangano yomndeni


“Your family likes reading.”

Kusho umlungu wami ebona u-newspaper e-toilet lasekhaya. 😩 😭 💔

Umuntu uyamangaz akufune imali ngathi wathathi sv ngenkathi umshel