Sub Categories

isdudla if sjika ikhona ngathi itruck eliphethe ucement



Ladies the same “I love you” that makes you blush and feel like you’re owning 85% of this world,
have broken so many heart’s. So take it easy, o tlogele go phapha

Uthume uBf ayekuthenga icold idrink abuye ethi bathi kushoda R1.
Yazi angina mona jolani


(Ube late eklasini ungene)

Teacher:yindaba u late?
Asande:ngyaxolisa Miss
Teacher:K ukhethani ngikubuze imibuzo ewu 5 elula noma owodwa onzima?
Asande:owodwa onzima
Teacher:K zingaki izinkanyezi esibhakabhakheni?
Asande:1 500
Teacher:ukuthathaphi lokho?
Asande:Awu Miss sivumelane nombuzo owodwa lo wesbili uwuthathaphi?
Teacher:(quite)


Thina ngabanye mhlazane sazi isilungu siyophumla kwesomphafa, nginamanga yin?


People Who Don’t Shit 🚽🧻 In The Morning Are Angriest😡 During The Day

Sometimes We Blame Frustrations Kanti Noooh✋Amasimba😏

Me to my side chick:
“Yazi mina am too old for breakups, so if luphelile kuwe uthanda its fine sizathandana ngololu olwami ngoba lusesekhona lona.”


Yazi ngiqokiwe ukuthi ngishumayele this Sunday

Konje uGoliyathi aze agwinye inhlanzi bekwenzenjani?


Your Grandmother ask you about your final report

Granny: uhambe njani eskoleni

Kid: nge-Main Road

Ngikhumbula when I was 6 months old, ngavuka ngo 23:00 ngilambe nginya, and I cried kodwa kwathiwa ngibona imimoya nabathakathi. 😡


My doctor advise me today he said

“Eeeh Mr Sibiya u shld phuza beer so that uzobuyela emzimbeni wakho” Thanks doctor God Bless You