Sub Categories

Ngicele usizo lwakho nje, wavuma. Manje wena wenza engathi ngithe enza izimanga ezenziwa uJesu waseNazareth ebhayibhelini.

Loading views...



Indoda eyayineplazi, yayinezingulube ezinhlanu (5) zensikazi. Yahamba nezingulube izisa kwi-auction, ithe uma ifika yahlangana nomunye umlimi owayezodayisa izingulube ezinhlanu ezingamaduna. “Uma ngifuna zikhwelane lezi zingulube ngingenzanjani?” kubuza indoda enezingulube zensikazi.

“Singahlangana nje mfwethu halfway, zizokhwelana.” kuphendula lo omunye umlimi.

“Manje ngizokwazi kanjani ukuthi sezimithi?”

Aphendule umlimi athi: “Uma sezimithi zizoya otshanini ziyodla, uma zingamithi zizobuyela odakeni.”

Manje babeqhelelene ngo 120km ngokuhlala, bavumelana ngokuthi bazohlangana halfway nezingulube lezo zizo khwelana. Yagcina ingasazidayisanga izingulube indoda yabuyela nazo emuva. Ngakusasa yalayisha izingulube evenini yahamba, yabuya.

Ngakusasa izingulube zavele zaqonda odakeni. Wahamba futhi kwaze kwaphela iviki lonke, izingulube zilokhu zibuyela odakeni. Yagcina isikhathele indoda, ngakusasa ekuseni yathi kunkosikazi wayo: “Nkosikazi ngicela ungibhekela ngewindi lezi ngulube ukuthi zikuphi. Zisetshanini noma odakeni?” ibuza indoda izilalele embhedeni.

Aphendule unkosikazi ebona isimanga ngaphandle, “Vuka baba uzobona! Azikho etshanini futhi azikho nasodakeni, zisevenini enye ingaphambili ishaya ihutha!”

Loading views...

Kdwa Ke iLady Lihleka 5seconds Bese Kub Ilabo Gandaganda Abahleka Baze Bakhale

Loading views...

If uthi ufak I mask😷 uzwe lo👉🏾💩😹😹uzofa nge Own Goal before Corona😒

Loading views...


– i Refuse To Take This “MaLwede” Song Seriously 😂✋ .. Tyhiini Like We Don’t Deal Enough Already With Dladla Mshunqisi 😏😪 .. Gqom People Stay Doing The Most 🔥♥ , Durban People 😠😡 Stopth With Thy Ratchetness!!

Loading views...

Usthande isthomber somunt wakho uze usenze i wallpapper…
.kant wasishuthw umunt wakher😂

Loading views...


Kwanongoma kuthiwa amanzi bawakhokhla enduneni ngob uMfula udlula ngasemzini wenduna

Loading views...


Nibe nesilingo somuntu ekhaya:,Esihamba singasho, nokuthi siyaphi.
Kuphele izinyanga nonyaka.Abuye engathi akukaze kwenzeke lutho.

Loading views...

Cashier : Plastic?😊
Her : Sihamba nge BMW leh Red futsi
Papa uytsenge Cash🙆‍♂️😩😹

Loading views...

Ifeyil 🙍grd 10,ingane ifeyil grd👱1,,,ubaba afeyile grd 11 👲
Umaningena egcekeni kuthiwa yangena ih 10111👮😂😂😂😂e

Loading views...


Some Girls Are Fools Yazi, Iam sorry To Say So But Its True. -_-
..
They Be Like:
..
“Ngeke Ngikwazi Ukuthandana Nawe Uno Mawengane” 🙁 🙁
..
Wtf Kanti Umawengane Uhlala Emasendeni Yini??

Loading views...


Dear Zulus🗣

I’m just a messenger,Bathi..

1.You said you are going to kill Van Damme..we did not ask you why.
2.You said nigibela phez’u ko mbede..nobody complained.
3.Then you went and told us that Umlilo wa Big Nuz uyashisa singa ulogothi..we didn’t ask why we shouldn’t logothi that Mlilo.
4.Phuzekhemisi told us “njalo nje Imbizo”..we did not ask about your imbizo.

So nina Mazulu..nisthathaphi isbindi..where do you take the liver to ask us about Idibala?Yi idabala yethu..se yekeni se idibale.Angithi azanke se ni botšiše ngo Van dam??Nathi se tlogeleng..sfuna ku idibala thina😑🚮

Sincerely Yours
Idibala Spokesperson

Loading views...


Lento yokungabi noWife iyabheda. Ucabange wedwa ugcine uhluleka,
kungene umqondo wempohlwa lo onenkani ongaphikiswa.
Ngoba ungekho umqondo wesibili.

Loading views...

Kazi laba abahlale bethi baze balithwala idombolo isuke ikhona yini inyama yembuzi, ngoba alihambi lodwa lihamba nayo

Loading views...

Webazali aniyeke UKUBA namagqubu niqambe ingane amagama akudala kade ngise clinic ngyobingelela imantshi
Ucc ubiza ingane yakhe ena 3 years years
Her: yewena BHEKIZIZWE AWUBUYE LAPHO BANGAZE BAKUNTSHONTSHE

Loading views...