Sub Categories

Phela uma uphiwe u-lift, musa ukulokhu umemeza abantu ngewindi, iyawudla u-petrol leyo nto.



Next week bayabuya abo “ukube usho early, zi-cheap kabi le zinto eGoli.” 🏙
Bafoneleni manje nicele baniphathele.

(FB Post ka Nzuzo Cele)
Kuno stepfather abayolanda ama report namhlanje ey😅ngoba amantombazane izinja. Kodwa nani bafana khemani mani nivumelani ukuyothethiselwa izingane eningazizali😂

Musa Ukulokhu Ucela Ivolume🔊 Kuma Posts. Mention Lo Ofuna Ezwe Usyeke Thina


Izolo sidakwe sahlaba imvu 🐑 sayosa 🍖🥩kodwa manje eksen sivuka imvu ikhona 🤔iboshiwe 🌳and inja 🐕 idukile 👀

Ube mubi uze ungakhonkothwa nayinja.
A dog thinking ay uzongidla phela lomuntu.


Lento yokuthi ubemubi uphinde uposter ijock why ushaye ngapha nangapha🤔😅


Baba nkulunkulu siza baba abantu bakho bebulala abafazi nengane baba

Njengoba uhamba ngezimbadada nje…

Who are you trying to explain?

Uzama uk’chaza Bani?


Asukume umuntu Omfisha Ku meeting athi “ngeke ngibe mude kakhulu”😃


Niqeda ukuqabulana nino muntu wakho

Girl:baby ushiye ushephisi emlomeni wam🤨🤨🤔🤔

Boy:No,bby akusiwona ushiphisi ngineflu🤣🤣😂😂😅😅🤣🤣😂😂

What is that if u think?? 🤣😂😅😅🤣🤣😁

Ukube lomfana akashongo ukuthi uzofaka kancane,
ngabe kangisalanga eblasini eliya emhlangeni


Ungqongqoshe wa maphoyisa ukhiphe umbiko wokuthi njengoba kushisa kangaka amaphoyisa asevumelekile ukuthi agqoke izikhindi, sibone imilenze yomthetho, sibone amadolo we phoyisa.

Just cooked 10kg Rice & 5kg meat💆 Bazofudumeza uDecember wonke lay’khaya,ngyahamba Mina🚶ngsayophuza

Usne waya emhlangeni waphuka umhlanga banikeza insimbi yagoba insimbi