Whites: We Out Of Alcohol π’π
β’Β°β’
Blacks: Fihla’ibhodlela Fast Bayeza
Sub Categories
Sorry wena ofundayo
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
.
Mbobo yokubhosha
Good morning njalo ekseni, good night njalo ebsuku kodwa lutho olushiwo kimi, ai ngikhathele manje sekuphele ngcono ngithi good year kini nonke πππ
Uthi usamile ne cruch yakho emcimbini kuqhamuke umama wakho athi thatha nangu uplast ufake ukudla ngoba nizobe senibuka mina ekhaya
I remember in January a Nyaope boy selling a 2020 calendar saying βinama holiday amaningi β and I didnβt believe him π
Ngifunza abantu abaSingle βΊ amaDoritoz ngeValentine day πΉ
SMS “HLOFU” to 31314
Nobody cheats like a guy who
Doesn’t perform in bed.
He goes around broadcasting
His disability.
Aih suka man.
Ukuze ube nokuthula, ivumele le eyokuthi uthi hlukanani. Nt tht uya understander lento ayishoyo. For the sake yokuthi umthanda kakhulu, Ukuze ungahlukumezeki wena onenhliziyo esamthanda. Vumela lomhlola wamahlukana awushoyo cos kusho kona vele akasekho kuwena. If uqhubeka ngenkani u’ll get hurt kakhulu futhi.So if ethi I ran out of it. Nawe enza njalo, just let it go.
Wena Ga Banyana Ba dlala
Ka Wena O Kare Ba dlala
Skomborithi Wena wire
lepoti Boy…
My lobolo is going straight to my account, umjolo unginyise ngedwa not nomalume
Mese uthi unendodake into ebalekela ama Charges niyolihamba lonke iTheku nifuna uCapitec ngoba engafuni ukukhipha kuStandard Bankππ€£ππ
Ayive iSexy intombazane esaba igundaneπ,
Haiyi lena evele ithi: “Baby dlokodla ngalapho mina ngizovimba ngala.
Uba nomona uze ufise ukukhala.Ngokuhalela nje izinto zabantu.Wait for ur turn.β
Abantu bayathanda ukubuza ibhasi libhaliwe
.
.
1. Akubuze ukuthi uyapheka yini abe ekubona ubonda imbiza,
wothi cha ngishintsha umntwana inabukeni.
2. Nificana ka Edgars akubuze ukuthi ubuzokwenzani,
wothi ubuzobheka amathayi emoto uzwe kuthiwa kune discount.
3. Afone phakathi nobusuku akubuze ukuthi ulele yini ,
othi no no no nginisela ingadi.
4. Akubuze ukuthi ugqokeni ebusuku,
wothi iRain coat.
5. Itax ibiza uR8 wena ukhiphe uR10 akubuze ukuthi nibangaki ,
wothi iback seat yonke.
6. Akufice etown kade ninaye erank akubuze ukuthi kanti nawe ubuza la, wothi cha empeleni ngiya ezulwini angazi ngfunani lana.
7. Ukufica eclubbini kodwa uzokbuza ukuthi uyaphila yini
wothi chaa ngibalekile emotshari ngiyabuyela
8. Ufake ijacket akubuze ukuthi uyagodola yini
wothi cha ngenzela ukundiza kahle.
9. Usemsebenzini akubuze ukuthi uyasebenza yini
wothi cha ngisheva intshebe
10. Uyadla akubuze ukuthi ulambile yini
w othi cha uyapakisha nje just incase.
11. Akufice eKFC udla akubuze uzodla inyama nawe la?
Wothi cha ngzogunda utshani.
12. Ufake ijoyini yesonto akubuze ukuthi kanti nawe uyasonta
wothi cha sigqoka kanje masiyogida iskokotsha
13. Ufake i uniform akubuze ukuthi kanti nawe uyafunda,
wothi cha ngiwuthisha
Haiy, abantu bayayithanda inyama. Senihlulwa nawukubona ukuthi akusilo ithumbu leli, inyoka engiyishaye ngitheza izinkuni. Ni busy nilokhu nithi ngilishisile lethumbu. Anisaboni nokuthi nidla inyoka. Yabona ukudakwa u tshwala futhi!!
wamuhle usisi ngabe ngiyamthatha inkinga igama lakhe uThembi kanti nomama uThembi, futhi kubo kunendlu yotshani njengasekhaya kusho ukuthi sizihlobo, kusho umfana esaba intombi ππ