Sub Categories

Umuntu avele abe nekhanda elikhulu engathi yilemonto e deliver inobholi



Whites: I Didn’t Get My Change

Blacks: So Borotho Ke R100?😕


Imagine On Our Way🚶 To Heaven And Satan Says👀

All Those Who Watched “Game Of Thrones” Follow Me🚶🤷‍♂ Zthandwa Zam😱😱


Her : Babe Nangu lomfana owangishaya 😔

Me : Manje Umemezelani , Ufuna Ashaye nami


The way kubanda ngakhona ngicabanga nokuya kasathane👺ngiyo wothela lomlilo🔥 bese ngiyabuya

Ngilimele umzimba wonke a mehlo avalekile ngishawe unembeza..


Awubazi ubuhlungu mawungakaze udibane nale inkinga.

Yazi uthunywe estolo umawakho athi hamba ucula khona ungazukhohlwa nawe uhambe ucula uthi sowuzofika uvele udibane noGogo akubingelele uthi uyafika estolo selukhohliwe.tjooooo


Ebhayibhelini zazilishumi(10) intombi ezazilinde umyeni oyedwa(1)lina ngokuba babili nje kuphela endodeni selikhiphana amehlo
fundani ibhayibheli niyeke idrama.

Uthi “excuse me” etaxin yaseNkandla uzwe ogogo behleba bethi “uye ummeli kaZuma lo”


Z’hlobo zami ngithanda ukubonga uJehova ngoba amakhaza angiflce sengiqedile iSyllabus yokugeza umzimba Wonke. KuJune noJuIy ngizobe ngenza nje ama revision Iapha nalaphaya, ngigeza ubuso nenyawo nokwesula amakhwapha!”

Noma yin engangihlekisa ngoba ngingumuntu okuthandayo ukuhleka