Sub Categories

When Mom Joined Facebook

19:00 : Mom is typing
19:20 : Mom is typing
19:35 : Mom is typing
19:52 : Ngwanake



uJesu wafela izono zethu, thina sifela amaChina. Kuzomele sifakwe nathi eBhayibhelini.
KwaBase-South Africa.

Namuhla eCreche
Teacher : Soon , sooner….qedelela!
Bundle of joy : Soonanyoko😂😂

Ukuphuzela endlini kuyinkinga, ngithe sengidakiwe ngathi kunkosikazi: “Faka inamba yakho la📱, ngizokufonela kusasa.” 😭 😭


Ebhayibhelini ayeli tshumi(10) amankazana elinde umyeni oyedwa(1)lina ngokuba babili nje kuphela endodeni selikhiphana amehlo
fundani iBhayibheli liyekele ubuthutha babonyoko

Besesicela lo sgebengu mbamba mbamba
Uyositjontjela li bhuku letoni ezulwini 😃😂😁😀


Adakwe UMZALWANE aze abize uJesu ngo Mngani wakhe….babazani bo!!!!!!


There way engjahe ngakhon ngizoqala ngigcobe bese ngigeze
Ngi ayine ngukothi ngiwasha

Nathi saze safa sikfuna ke Loko
Kusho amadlozi uwacela umsebenzi nemali


Sam: I love you♥️

Marry: Unayo imoto🚗?

Sam: Wangibuza imoto ipunane yakho ino N2 yini🚧


Izilenda uma zihamba ziyi-group kuba sengathi iphakethe lama-vienna.


Umama wathatha uMxolisi ingane yakhe yomfana wathi: “Mxolisi, asihambe siyolanda ubaba wakho ethuneni, uwena ozokhuluma ngoba uwumfana wakhe wokuqala nowokugcina. Uzombingelela umtshele ukuthi singobani bese umtshela ukuthi sizomlanda simbuyisela ekhaya simhlabele inkomo ngakho angakhathazeki uma efika kugcwele egcekeni. Mina ngeke ngikhulume ngoba uma uphethe ihlahla lomphafa awukhulumisi muntu ophilayo ngoba lo ongasekho uzosala endleleni.”

Bahambe-ke baye ethuneni baguqe eduze kwethuna.

Mxolisi: “Eita timer, ngiyacava u-grand hier. Imina intwana yakho, ngivaya ne-Olas la. Buka, grand grand wena timer sizokuncuka daar sivaye nawe. Siya endabukweni, uyang’thola?. So wena gidla kuleli qabunga sivaye-ke. Ungalokhu uzikhuphula kakhulu ngalabo sdumbu ozobafica begcwele edladleni. Sikugingqele ibhasi lonke, cabanga! Asimashe-ke!”

Waquleka umama.

Ama phone akwa Nongoma anama gas light, for ukulayitha imbawula namakhandlela kaSJAVA

Zulu girls be like:
“i might be stupid kodwa angisona isilima”
Hebanaa