Sub Categories

Yaz lensangu ya KwaMashu
angiyizwa kahle aybambani

SENZO :Happy Valentines Day
guy😘



Konje kusazoba mnandi empilweni yami, ngisazocabuza umkami uma silungiselela ukuya emsebenzini. 🤗 Zithi izingane zethu: “Eww… Get a room!”
Sihleke nomkami.

UMsaphozi emngcwabeni!!!
Msaphozi: Sanibonani nonke etendeni. Ngiyabonga ukuthola leli thuba lokukhuluma ngomzala.
Umzala ushona nje besegulile sonke simubonile. Futhi umzala mina ngangithi uzofa ngo 2010 ngoba nalapho wake wagula wabangwa nezibi kodwa wavuka waphinda waqhubeka lapho ayegcine khona nokuqoma, waqoma okusengathi akakaze agule nhlobo.
OMagwaza nomshumayeli uXulu bangixaka sebejola naye umzala ekubeni yibo abebumuthandazela esebangwa nezibi ngoba ayi nani madoda nikholwa ngokuzibonela ukuthi kunani phansi kwesiketi.
Ngageza izandla uma sengizwa kuthiwa nawe Mfundisi usujola nomzala kodwa ngeke sizixoxe lezo ngoba sisemngcwabeni kanti nomfazi wakho ukhona lapha, kodwa ngadumala ngoba phela wena Mfundisi ubumazi kahle umzala ingane kaAnti ukuthi ayilungile kodwa ke ngeke ngikujaje Mfundisi ngoba nawe uwumuntu njengabo obab’ Mkhize laba laphaya emuva (ekhomba uMkhize) obeze agaklaze umfazi wakhe efuna ukuza kuye umzala lona.
UmkaMkhize njengoba elapha nje ufuna ukuzibonela ukuthi umzala wami ufe ngempela yini.
Kona ke engingakusho ngomzala wami ubewathanda amadoda ikakhulukazi ashadile futhi nawo emthanda kodwa into enhle uze wafa umzala engahlukanisanga muntu nenkosikazi yakhe.
La endaweni ngithi mabili mathathu amadoda emizi yawo angajolanga nomzala. Ngithukile nje uZungu uma esesikhokhisa layikhaya ngokuqasha itende lakhe kodwa ke ngabuye ngabona ukuthi unkosikakazi wakhe ubengazi ukuthi ubejola nomzala ngalokho siyamxolela uZungu siwumndeni ngaleso senzo sakhe.
Mzala wami uhambe kahle uma ufika ezulwini ungasiphoxi uqomane namasulumane, amaJuda, oPilatu noSamusoni beno Nebukhedinesari.
Uziphathe kahle mzala ezulwini uhlale ngentombi yize ingasekho nje kodwa uzame mzala wami… Uhambe kahle mntaka Anti sohleze sibabaza imigilingwane yakho!!
Ngiyabonga ngisaya ngale exhibeni sengikhulume ngaze ngoma.

Ayikho i-team LeBora njenge-kaizer chips nowadays
I wonder why they don’t take a break,
and come back sebayi- Kaizer chips the legacy -njenge-Generations


Did you know that in every WhatsApp group there are these characters

👇🏽👇🏽👇🏽👇🏽👇🏽👇🏽👇🏽

I. Amawuwu🐞🐞🐞🐞- laba ngababhowa ukubabona be-typer.

2. Impukane 🐜🐜🐜🐜- Balomsindo,abathuli….,ubingelela njalonje,morning morning. …

3. Impethu🐛🐛🐛🐛- ungambona etyper, wobakwazi yi nonsense yodwa ebhalwayo,uhlalengotshingayo-normally sends boring chats without respondents.

4. Ofudu🐢🐢🐢- laba yibo abahlekiswa yi-joke yayizolo ekuseni, yilaba abafowada indaba zelast week or last year ebesethi nginikani izando zami.

5. Ingulube🐖🐖🐖- laba ke yibo o-‘kikikikiki’ akula abakubhalayo okulengqondo.

6. Amagundwane🐀🐀🐀🐁- laba ngabangafuni ukuthi abanye bechaze umphakathi wegroup,uyahlohlela eyakhe ijoke eyakho ingakahlekwa.

7. Omalandelela🐾🐾- laba ngabamelela ukuthi abanye beqale becommente then labo sebelandela khonapho-Yibo oAmen🙏

8.Amaxoxo🐸🐸🐸- laba bayabhowa, baposta kanye ngenyanga.Ulast seen wabo ngowelast month.

9. Impankwa 🦎🦎- laba ngabakhatheleyo nje-2 minutes sephumile egrupini,2minutes later secela ukubiselwa.

10. Ubunyonyo🐜🐜🐜- laba ngama P.H.D (Permanent Home Dweller)bahlala besegrupini.Always on line, akula okubakhuthayo and akula abanga-commenti ngakho.

11. Izipoki👻- laba benza ingani abakho vele, okwabo yikubala kuphela okupostwe ngabanye,abayenzi even u’kikikikiki’ .Babona igroup njengeLibrary.

12. Ama bhoza 🤴🏾👸🏽👨🏽👨🏽👨🏽‍💻👩🏽👩🏽👩🏽‍💻ngama group administrators bahlezi beqaphele sonke isimo kuma groups 👏🏽👏🏽👏🏽🙏🏽

Ngabe wena ume kuphi lapho

Isbindi is when you drink Vodka that has a higher percentage than your matric school result you got 29% in English but you drinking Russian Bear 43% haibo you’re ambitious yaz


Ngitha ukuhlale ngizihlekela angithandi umuntu ongiphoxayo ngoba nam angiphoxi muntu engikuzele lana ukuzojabula ngoba ngizenge data lam futhi ngizophuma ngalo angilikweleti ilobude obukade ubufuna noma ngiyephambili


Imagine Being Beaten By The Community And
Then You Hear The Voice YaloMakhelwane one
AIDS Athi “Mbambeni NgiMlume”


Uma bekushela ufake isfonyo ubekwazi ukuth unobizo lwamadoda mtase khaya


Umona uwubona lapho umuntu ejikijela izinja ngamatshe uma ezibona zikhwelana. Hhayi bo! Eyodwa yalezi zinja yi-ex yakho yini?

Ujole ne 2003 Likbuze iGama laMamakho, Ubone iBio Seyibhalwe “Makoti ka Selina”


Uncono Wen uneStress seBF Ekwenz Slima,Abany Amabele Abo Awayenz iCleavage🏌️‍♂️

MUNTU ABE MUBI NGATHI UNGIBELE TRAIN E WRONG