Sub Categories

Sanibonani emini, bengifuna ukusho nje ukuthi ngimuhle, and ngisazoba worse. Ngiyabonga.

Oh, and futhi anginisabi.



UBONAKALA NGANI MUNTU ODLISIWE??
IBANI NIPHENDULA NGISAWASHA AMA PENTY
🤣🤣🤣🤣🤣

Uphuze Istoney 🍷Ube Uhlafuna I Halls🍬 XXX Black Imini Yonke🌄Unyuke Intaba😜 Uyoboleka i Weave🙈Ka Nonjabulo, Udlule Ka Nosihle Uboleke Ama Heal👠 Azo Matcher Ngayo Ingubo 💃Oyithathe Ku Cousin Wakh, Usale Usuzidela😢 Ungene Kwa Qwabe Umashonisa Ufune U R200 💰, Ugoduke Ugeze🛀, Ucele u Sisi Wakho Akugcobise 😌 Izigcobo Zakhe , Ubese Uzitshotsha 🙃 Uziputshuzela ku Plastic Ungene Ekamereni lika Bhuti Wakh🧒 Uyofutha I Perfume “Faaaah Fuuu Faaah” Unyonyobe Uyophuma Nge Gate🤸 Kini Ushiya Awphekile 🍲 , Uyoma Estation Ulinde Imoto🚐 Linethe 🌧️ Izulu☔ Ume Phansi Kwesihlahla🌳… Ithi Isiqhamuka Imoto 🚐 Kungene I Call 📞 ( 📲 UNGABE USEZA SEKUFIKE UMAKA BOY👶)


Yaz ngihalela ukuhleka ukuthi njeh sengikhohliwe ukuthi ngizothi ngihlekan


Ukube ububi bu’hlungu ngabe baningi abantu
Abagcwele iy’bhedlela


Usathi ushaya inyoka kuvele kuhambe ugesi endlini uyizwe ihleka😀


NGIKHUMBUL UMAMA KULAMALANGA NGATHI NGINGABEK INDABA YAMI KUYE


– I Hate Those Small Boys abalala namaNtombazane mase Betshela abangan Babo ukuth ” SengimHlabile uSban Ban ” Thats Lame AsFuck Bros Hau

Hlaba uThule if Yuu Do That Probably She Will Let Yuu Fuck Her Again , & Again & Again & Again


Hanging out with ppl who smoke weed,
nizothula 30 minutes wonke umuzwe esethi
“ey ngya kuzwa wena mft”

Majita ibiza R35 i-necklace kwaMr Price, iyo-rustela kuyena!

Uphule i USB Ya baba wakho umuzwe ethi zicule zonke lezingoma ze soul brothers