step Father :Wahamba uGesi
Kids:kwasala wena
Sub Categories
My biggest worry in life is that the same pegs that are used to pin down panties is the same that are used to pin down the dish towels and to clip shut a packet of milk.
Angilali ngalento
OSfundo Nomfundo Fundiswa Must Date Each
Yeah Department Of Education One Side
Ex: Why ungawaphenduli ama calls ami?
Me: I dont have airtime!!
Amantombazana amanje awasakhali mayaliwe..
Asevele abe njenga nama cashier
Olandelayo please
Ngo 2018 kw Program yomgcwabo kumele kufakwe nozokhulumela ababemkhuza
Umama wakho uyisidudla uma egibela esikalini sithi “ngisacela kugibele umuntu oyedwa ngiyacela”
Sthule nje syabuka abantu bajabulele ukuvulwa kotshwala bengana mali
Udakwe emngcwabeni uze uvule ibhokisi uthi: “Walala wasala, wavuka s’yabaleka!”
Imithetho Elishumi Nanye Okumele Igcinwe Yizivakashi Kulo Disemba:
–
1. Ungalivuli i-fridge lami ungafakanga lutho kulo ngoba asikuhlanganiselanga okuphakathi.
–
2. Uma uvakashile, fika no-plastic kanye negrosa, ucabanga ukuthi uzodla ukudla kwabani? π€¨
–
3. Uma uvakashile yisho ukuthi uzohamba nini, futhi usheshe uhambe ngoba sizogcina singasakuthandisisi.
–
4. Uma uvuka, cleaner ngoba asizwani namavila, kodwa uma u-cleaner ungashintshi lutho ngoba kayacika uma usukhuthele kakhulu.
–
5. Ungazithethisi izingane zalapha ekhaya, uma zi-spoiled khumbula ukuthi zikubo, uwena osuke kini weza la kubo.
–
6. Ungafiki namaCDs akho, lapha ekhaya kudlala ezethu izingoma kuze kuse, uma ungazithandi ungalokothi uzishintshe ngoba sizokubuka kabi maqede sikuxoshe.
–
7. Ungayi njalo e-toilet ngoba asizwani nephunga esingalijwayele kanti futhi namanzi ayakhokhelwa.
–
8. Uma sekuzofika izinsuku zakho zokuhamba uqikelele ukuthi imali iphelele ngoba asinayo eyokukugibelisa uma usuphindela emuva, asikulethanga futhi asikubizanga.
–
9. Ungabi nabangani ozobathola ngapha ngoba isigcino uzobavakashisa lapha ekhaya kanti kwawena uvakashile bese uba nesidina more.
–
10. Nge-New Year’s Eve kumele kuhlukanise ingoma kaLokhuza, uma kungenjalo sonke sizo-complainer. Ukhozi FM sizolucisha uma kuhlukanise ingoma esingayifuni bese sidlala uLokhuza ngefoni, wena-ke waphuma eceleni ungaphinde ubuye lapha ekhaya ngoba uyaphapha.
–
11. Ziphathele i-charger yakho kanye nophaqa, bonus points uma uziphathele ne-adapter plug. Sizozwana.
Uth uhamba no Sne eytolo uzwe ipackstan lith “too much febile di one”
January.
Nxa kungu January so ungezwa kuthiwa eTuckshop yanext door kugqekeziwe, your first wish is that ngabe bathathe lokulibhuku kwezikwerede.
Yazi lizofa…..
Zulu is simple compared to English
English: “stop what you’re doing right now
.
” zulu:”yeey!”
Ngyaxolisa Majita
ngokudlisa iTeam π
sengivele ngabakhela u
12 room π‘ekhweni π
Izolo sidakwe π» saze sahlaba imvu π Kodwa
Sithe masivuka ekuseni nansi imvu π iboshelwe
Eshlahleni π³ inkinga ubhobhi π akaziwa ukuthi
Ushonephi π
Ngifuna ukubhala T-shirt yami π ukuthi: “Ngeke ube umπ njenge-family.” Bese ngiyifaka uma kunomsebenzi