Umjolo unyisa kwasani la ngasekhaya akekho nje engsambone ehla eTaxin no Teddy bearπππ Ahh HALALA 2020
Sub Categories
Ama-posts alapha ekhaya angiwabhekise kumuntu, kodwa uma isicathulo sikunela, sigqoke Cinderella.
Bayancibilika oshokoledi, dankie Mdali ngelanga! Angithi abafuni ukusiqhephulela. π
MEN’S CONFERENCE UPDATE:
1. UDuduzani ufike neTruck π· π» eligcwele utshwala, wazoxolisa emadodeni. Ngiyasincoma lesi senzo, ubudoda-ke lobu. π
2. Lokhu kuqalwe izolo ukukhipha idliso emadodeni, namanje kusaqhutshekwa.
3. Dineo Khumalo, eNkangala, indoda yakho uLindokuhle Ndlovu uselikhiphile idliso. Nguye lo ophalaze idilozi esikholwa ukuthi ngelakho. Wasiphoxa emaNtungweni Dineo, ngidumele ngawe. π
4. Kuhlubene π€π½ π amadoda amathathu la, ebanga u-Enhle Nkosi waseNewcastle. Kuthiwa uwathembise umshado wonke. Waze wasilulaza singabaseNewcastle wena Enhle. π
5. UmfokaZulu uhluliwe, kuthiwa nange π akafiki kuSbusiso Shandu. Kuqhume olukhulu uhleko. π π
6. Londiwe Enzokuhle waseMlazi, indoda yakho ayifikanga la. Ngiyasola idlule ePoint eThekwini yathenga π ngoba vele iyasthanda isinene. Isanda kubonakala nomakhelwane wakho uBusi, ungekho wena usemsebenzini. π΄
7. Nomvula Mimiza Mkhaliphi kwaNongoma, π΄ ikhale imini yonke indoda yakho la, ithi usuyiqedile ngomshiza uyishayela ukuthi ubani lo mlungu ehlezi ikhuluma naye uma umfonele ethi: “The Subscriber You Have Dialed Is Not Available, Please Try Again Later.” π
8. Nomonde Zondo Elihle kwaMashu, indoda yakho uSiyah Hamilton WeGcokama Elisha osuka oLundi, uthi uphumule la uwena nezisu ezimbili, uqhube wathi uhlulwa i-Woman On Top. Wathi wena uvele ugxume ngathi ixoxo πΈ ujike ukhale ngoShembe.
9. Thando Abigail KaBabakhe eThekwini, indoda yakho uSihle π, isivele yaphalaza i-penty lakho la… Ithi wayifunza lona ngenkathi nisaqala ukuthandana. Ithi sekusele isokisi manje.
10. Nombuso Ntombizidlujeqe eTongaat, indoda yakho uPhila Msobh’onogcobo Ndlovu, useshaya u-round 5 manje ππ. Ubhizi noGC ngale endlini encane, uthi akasabuyi ekhaya.
11. Palisa oPhongolo, indoda yakho uSihle Mbhele, uyagiya la uthi wakushela ngomuthi uyisiyoyoyo sakhe wena futhi uyimpatha. π
STAY TUNED, I’LL KEEP YOU UPDATED LADIES, KANYE NANI-KE MAJITA (SINGLE GUYS) ENIJIKISIWE EKUSENI. SIYAVALA KUSASA.
To us, esilokhu sithe WOW, kuyoze kushone ilanga.
Ladies usefikile uDuduzani Zuma nezimbali?
Ufike wakhomba kanjani? π€
“Driver siyacela, sibabili sino-R10, siya kwaNongoma.” Kusho umuntu wakwaNgwenya egibela nembuzi π etekisini.
UGugu usithathaphi iskibha esibhalwe: “Wabuya Ugesi”?
Uphi yena uMagugwana azosichazela?
Omunye selokhu waluka mhla ka-16 Disemba, umluko unuka i-braai nama-cricket.
Once wathi: “Ungangizwa kabi.” ngivele ngikuzwe kabi same time.
Valentine’s Day eyama-2000.
Nina ma-70s, 80s & 90s kune-meeting yama-RDP ngezi-14.
“So, niyaye nenze njani kuma-situation anje?”
Kubuza mina ngicaba ithambo eSpur ikhadi seli-decline okwesi-4.
Kade ngaqala ukupheka ngeRajah, kodwa ubaba Ndlovu akafiki ekhaya.
Kanti what am I doing wrong?
Ngisacela ukuthatha leli thuba bangani ngihambe nalo. ππΌ
βNgena wena omncane e-backseat.β
Lapho zikulindile izindlovu ezintathu.
“Ngizovele ngimithe phela!” is very important uma bengafuni ukukwenzela i-21st.