Sub Categories

“Babe are you a virgin?”
Umbona ngaleyo question ukuthi lokhu kusase yisdididi nyana🙄



Uma uzwa isandla sakho siluma, uzoba nemali.
Uma uzwa izindebe ziluma, uzoqabula.
Uma uzwa izinyawo zakho ziluma, uzothola izicathulo ezintsha.

What if isitho sangasese siyaluma?
No, no, no, no mngani, hamba uyogeza!
Ungazikhohlisi.

Wazonda umuntu ngenzeni kuwe bo okusalayo angilandaba nawe silima angiphileli wena apha emhlabeni


Passanger: Eish labo Mageza bayanuka man.

Taxi Driver: Sinuka fresh angithi siyageza thina, nje ngoba nisbiza ngabo Mageza.. Wena awugezi uyanuka.

#Mageza_mpolaye😂😂😂

Umuntu Acabange Kuthy Going To Church Every Sunday Make You A Christian
.
Mamela Ngithi
“Uboke Ulale eGarage Ubone Kuthy Uzavuka Uyimoto Yini”


Umuntu avele aqhamuke angitshele ukuthi yena unguNebuchadnezzar umProphet ongabonwayo. Kulowomzuzu ngikhuluma naye ngimbona ngamehlo enyama. Uthe eqala nje ethi 2 – 4 – 2 – 91, ngathi akangixolele angihlangani noNebuchadnezzar ongabonwayo.


I wonder how lomuntu oku post (we) ipic as wanted at police station, ukuthi bamshutha kanjani, kwakufanele bambambe, bangolokhu bemshutha ipic.

Whites:ATM
Zulu’s:Mshini

Whites:washing machine
Zulu’s:Mshini

Whites:hair clipper
Zulu’s:Mshini

Whites:pencil sharpener
Zulu’s:Mashing

Whites:big car
Zulu’s:Mshini

White:Zuma
Zulu’s:Mshini

Maabsbosh


mana ntiyibagirwa isezerano NGO lbeshye izabikora kuko nibindi yarabikoze


USeqalile🧟‍♀️ ke Ne-Crop Top, ☝️ulokhu
Esivezela isibhono engathi igqomoza le Roll on


Umbona ngokungahlaliseki Ebumnandini Ukuthi Lo Akana Transport