Sub Categories
Uma ufika neBolt eBolt and Nut shop, ucele usize olingana nalelo oliphethe, if ungawutholi bathi “sori sir we’ll have to order for u, we’re out of stock. Uthini uZwe? Hlukana nokuba busy ufunana nomkhulisa nduku ngoba ufuna ukungena kuyo yonke imihosha nemihoshanyana engalingene nawe.Malingekho 🍆 alikho Wait for ur turn ur size is coming.
Copy
Loading views...
Wena kuzomele kutholakala umuntu ozokuvulela icala.
Kumele uboshwe ngendlela onamanga ngakhona.
Copy
Loading views...
Indlela odakwa ngakhona ususaba ngisho ukuzibuka kwi Mirror.
If bekukhombisa ur photos uzibuzela wena ukuthi ubani lo.
Copy
Loading views...
If uyisangoma ungenayo I foundation kaNkulunkulu,
kusho ukuthi uzosiqeda phela. Uyazi uzosithakatha wena.
Copy
Loading views...
Wake waba nomngani oyisilima totally, into evele kuthi kungonakele lutho isuzele isandla mase iqhamuka isifumbethe ithi nuka laaa.
Copy
Loading views...
Basebenza ngenye Indlela labobaba. Uyazi ukuthi ama Phoyisa asedidekile ngempela kwawona. Afike kwi scene abuze kwenzekeni, nichaze nisho nokuthi animazi umuntu owenza lento. Aphinde abuze “akekho umuntu enimsolayo”?, nilisho igama. Ekugcineni anibuze ukuthi ninabo yini ubufakazi. Kanti ubani othi asisho esimsolayo. Ubufakazi futhi??
Copy
Loading views...
Sizixoxela Kumnandi akekho oxabene nomunye. Uvele uyangithuka ungibiza ngama simba kamah. Yabona wena mawuqhubeka nokuba seduze kwami sogcina sibambene nawe inkosi impela. Uyosindela kona nje ukuthi uyagula.
Copy
Loading views...
Lento yakho yokungalubambi ucingo,
buka manje usushwebe ipunane.
Copy
Loading views...
Lento yomthembiso engathi ihamba nomona. Why du u propose, uze uthembise ukhiphe ama rings wazi kahle ukuthi u won’t keep ur promises. Usazoqhubeka ushele uphule ingane yabantu inhliziyo. Yabona wena… 👉
Copy
Loading views...
Ngithi mina kusasa ekseni ngo09h00 ngyamPoster umuntu wam alibhubhe melibhubha ngikhathele 😜😜😜😜🤣🤣🤣💃💃💃💃
Ngcela nibeReady ezweni….
Copy
Loading views...
Wena nomkakho niyagula. Angazi ubani owathelela omunye noma uyena owasuka nakho kubo. Kodwa engikwaziyo nigula ukugula okufanayo. Anive ningasigcini isikhathi.
Copy
Loading views...
Wena nomkakho niyagula. Angazi ubani owathelela omunye noma uyena owasuka nakho kubo. Kodwa engikwaziyo nigula ukugula okufanayo. Anive ningasigcini isikhathi.
Copy
Loading views...
Uthe Uzofika la kimi ngo 08h00, u busy ukopana namakhala la ukhona.
Copy
Loading views...
Abantu bazi kahle ukuthi asikho isidumbu noma igazi elake lakhishwa iselesele. Kodwa ngendlela abalisa ngakhona. Umuntu ancamele ukuyolala kamakhelwane azi kahle ukuthi banemfene.
Copy
Loading views...
Ungazitshela ukuthi ama Gold Diggers asemadolobheni kuphela kanti agcwele yonke indawo. Uthi usemakhaya uthole intombazane ezokubuza ukuthi unawo yini umhlaba nemfuyo.
Copy
Loading views...
Ngaze ngamilwa ithumba endaweni ewrong kumakhaza nakanje😭😭😭
Copy
Loading views...