Sub Categories

Yaz Abe mubi umuntu uze ufune nokumbuza kuthi is it painful



South African Banks : You have insufficient funds👎🙇
🙍
Swaziland Banks: Ushayekile Mnaka, impilo ikudzunusele

Him: bbe vuka ngikukhaphe
Her: no relax love bengishilo ekhaya ngath zobuya month end 😂

Uban isikhokho la?….UGirl ungena eTekisini 😅😂..

GIRL:”Mlazi”?
DRIVER:”I-taxi le,uMlazi wenzeni? ”
GIRL:”Yooh! Aii,bandla.”(agene)…

DRIVER :”Uyakuph sisi? ”
GIRL:”Ngiya eBack seat. “(Agaklaze iscabha )..
DRIVER :”Ifriji lakini ulivala kanje nalo? .noma uxhaphaza mina? “..
GIRL :”Angikaze ngilivale ngingaphakathi, ngyaxolisa.imalini i-Taxi vele? “.
DRIVER :”Angiyaz ngisho i-deposit. Yin sisi? Usufuna ukuba i-owner yin nawe? “..

GIRL :”(akhiphe uR20 odabukile).
DRIVER :”Imali enjena ngzoyenzani mina? “..
GIRL :”Ufuna ukuyigqoka yini? Uzoyithunga phela. “..

After a while. ..

GIRL :”Ungishiye kulababantu ababili abamile .”…
DRIVER :”Uma behamba ngenzenjani? “..
GIRL :”Ubalandele. “..

Looool😀Aii abany abant 👀🗣��…….hlekisa abanye nawe ungahlek wedw a😂😂


Omunye selokhu waluka mhla ka-16 Disemba, umluko unuka i-braai nama-cricket.


Welcum to the HOLLY BIBLE, where Mary is married to Joseph, impregnated by Holly spirit, and give birth to David’s son😂😂😂😂😂
.
UBUFERB AKUYONA NTO YAMANJE😂


If ujola nomunt okhuluma sign langauge ebese ubuya ebusuku uth uyangena nje endlin esath uyathetha nge sign umane ucishe ugesi ushone ekamelwen!!

Sonke sinama results eswathola emvakobusika

1.pregnance 🤰🍆
2.izifo zocansi🙍‍♂️🛌
3.iNyongo 🤦‍♀️☕

Mina ngi bhizi neTiye, my Result is number 03 for iNyongo yoshukela we Tiye
Engabe wena ulindsleni ?


Your parents are praying for you to live long wena
you are busy singing“MONATE MPOLAYE”


Ma 2000 ayahlupha…
°° °° °°
Wadlula eceleni kwawo uzowezwa athi:
“Lona ukhona kuFacebook wam”

Uze ungishaye nje uthi ngiyafeba wena ubanjwe abaphansi yini:-(


As a country, siyamdinga umuntu onesbindi ozotshela uTira ukuthi seku-right manje. Sesibongile! 😐

Bafethu, lento yokuba ngaphezulu idinga lamantombazane asenamabele amile mpo, sikhathele ukuvikana nezimpama✋ zophaqa pls

Brave you kill, brave you…

Ngiyadlala. Sbindi uyabulala, sbindi uyaphilisa.