Sub Categories

I wonder amaqhoks 👠 anenzani emakhanda? 🙄 Umuntu ngokufaka nje i-heel useyi-Independent woman, a fighter, goal-driven mbokodo what what.



Uma uzwa lo layini: “I have the coolest mum ever!” Ubokwazi ukuthi baphuza bobabili. 😐

Ngibhizi namaShayina la, si-designer i-coolerbox ene-password.

Ngizamela nina baf’ethu.


“Umakoti Ngowethu Siyavuma”
Igcina laphoke ✋.!! Leyokuthi
“Uzoniwashela Aniphekele” Udoti
Senihlanyela Umkami


Sibemnandi😋 isdudla kubengathi ungavel’umemeze uthi “ekabani leGumbafaya”😀😀


Bongekile Ungena Police Station Ubona Sthombe Odongeni Sbhalwe “Wanted”

Bongekile : Isigebengu Lesi ?!?
Police : Yebo

Bongekile : Manje Niyamfuna ?!?

Police (Esholo Phezulu) Yebo Uyaz Singamthola Kuphi ?!?
Bongekile : Angmaz Nokmazi Bengfuna Ukbuza Ukuthi Animubambanga Ngani Ngenkathi Nimushutha.

– nibanjwe inkunzi uhamba noBae😣 umuzwe esethi ” thathani neWeave imenza isfebe”


Uclean, Uwashe, Upheke, Indoda Yakho Ihleli Embhedeni I Chat Nobambo Lwayo… Kodwa Ke Qhubekani 😂


So uSho Madjozi bekeye America enxibe la tight e orange? 😒
Laze lasihlaza ishangane

AWUYEKE UHLALE USIBALISELA ✋ AWUSUKUME ‘FEBE’ NAWE NJENGEZINYE IZINGAN😏


Uphuze Istoney 🍷Ube Uhlafuna I Halls🍬 XXX Black Imini Yonke🌄Unyuke Intaba😜 Uyoboleka i Weave🙈Ka Nonjabulo, Udlule Ka Nosihle Uboleke Ama Heal👠 Azo Matcher Ngayo Ingubo 💃Oyithathe Ku Cousin Wakh, Usale Usuzidela😢 Ungene Kwa Qwabe Umashonisa Ufune U R200 💰, Ugoduke Ugeze🛀, Ucele u Sisi Wakho Akugcobise 😌 Izigcobo Zakhe , Ubese Uzitshotsha 🙃 Uziputshuzela ku Plastic Ungene Ekamereni lika Bhuti Wakh🧒 Uyofutha I Perfume “Faaaah Fuuu Faaah” Unyonyobe Uyophuma Nge Gate🤸 Kini Ushiya Awphekile 🍲 , Uyoma Estation Ulinde Imoto🚐 Linethe 🌧️ Izulu☔ Ume Phansi Kwesihlahla🌳… Ithi Isiqhamuka Imoto 🚐 Kungene I Call 📞 ( 📲 UNGABE USEZA SEKUFIKE UMAKA BOY👶)

Manje after overtaking me on the road nisuke seningbukani👀👀

Niyaqala yin ukbon’ iMercedes ethengwe Cash

Manje ngoba kuthiwa I must follow my dream, njengoba ngiphupha intombi yakho ngenzenjani