Njengoba ufuna umshado nje, ungakhohlwa ukuthi lapho upheka ngisho usuthi. π
Sub Categories
Abantu bakuhleba ngisho uzidlela i-Chappies, uzwe bathi: “Awubheke, akalenzi ibhamuza.
Uma wake wathunywa i-spoon ekhishini wafike wasisula ngeskibha, ngilandele. πΆπ½ πΆπ½ ISilo samabandla sifuna ukukhuluma nawe mayelana nenhlonipho nokuziphatha
Ngisemcimbini womjita abamenzele umhlonyane kubo ngoba yena uphuza i-Brutal, Bernin neStrongBow.
Uskwiza wenu usengicele isamba sika-R30, kanti ngoneni ezweni? Angifi ngani okungcono? π©
Hhayi bo! Nakhu ngifica umuntu okhulelwe estobhini, sesime sobabili manje sekungathi yimi-ke lo ogile lo mkhuba. π
Sizonifunza kanjani ama-strawberries π π ngoba phela nina nidlela ukusutha?
Ngenkathi ngisasebenza e-zoo ngaxoshwa ngoba ngingalivalanga isango. Ibhadi lami.
I mean, ubani owayengantshontsha ibhubesi?
Uma uzwa isandla sakho siluma, uzoba nemali.
Uma uzwa izindebe ziluma, uzoqabula.
Uma uzwa izinyawo zakho ziluma, uzothola izicathulo ezintsha.
–
What if isitho sangasese siyaluma?
No, no, no, no mngani, hamba uyogeza!
Ungazikhohlisi.
Umama wami uyisangoma esikhuluma isingisi uma ethimula uthi “it’s you”
Umama wakho uyisidudla uma egibela esikalini sithi “ngisacela kugibele umuntu oyedwa ngiyacela”
LITHE IPHOYISA MANGINGAMKHIPHI UMBULALI NGIZOWKHOMBA UMUZI ONOTSHWALA ….NGAJABULA KE KAMAKHELWANE KUZOHLATSHWA NGZOLIKHOMBISA KHONA..
Buhle ububi kanti futhi bubi Ubuhle.
othethe umfazi omuhle uyajabula ngoba engazi ukuthi ufana lomuntu ohlanyele ama Grapes endleleni yezihambi uma esevuthiwe adliwa lobu ngubani.
Yz bocc yekelani indaba yenu yokuthi if siphezulu kwenu livele libe bhizi ngokuhlafuna utshaphisi uyabe ulande ukuzowatsha amazinyo yini
Omunye Umbona Ezihambela Kathi Le body ayiwazi ama Corn Flakes
Asukume umntu omfitshan kung meeting at hi ngeke ngibe muse kakhulu