Sub Categories

Nike nakunaka ukuthi le ngoma ethi Lorch, imnandi kakhulu i-Pirates uma idliwe?



“Ngiyezwa sisi uthi yi-wrong number, pho manje le ndoda ekhalayo lapho ingumlandeli we-Pirates yini?

👩🏽‍🦰: “Ngicela ungiphathele into edliwayo.”

👨🏻‍🦱: “Ngizoyifaka kanjani i-Pirates yonke emotweni mina?” 😳

Orlando Pirates
EZIMNYAMA .
(Hhayi ngenkani)
Inkani iphelile


Welcome to eMlazi where ikhadi 💳 logesi lithi 0.00 kodwa ujeqe nobhontshisi uyabhadla estofini


Ngisanda kuthumela R50 e-Wallet kumama wengane yami.

Bafowethu asondleni izingane zethu!


Usuke unenhlanhla uma u-bae wakho ekuphosta, mina angikho ngisho nakwi-gallery!

It’s not like ngiyalisaba igundwane,
ukuthi nalo livele lize fast ngingakabi ready.


Uthi uvula ifriji uzwe i-Danone kamshana ithi: “Shapona mayume!”


Uyazi ivele ingakuncomi 🤚🏽 indoda yakho, uze unconywe iphara 🧟‍♂️: “Waze wamuhle 🌹 sistera!” 👩🏽‍🦰

Uzithole usukhuluma wedwa uthi:”Uyazi ngingamgeza lona!

Tito Mboweni
Sicela iLove Accident Fund, phel siyalimala la


“Yisona isikorobho lesi?”
Kubuza iSivakashi siphethe ithawula lam lokugeza ngenduku yomshanelo

Izilenda uma zihamba ziyi-group kuba sengathi iphakethe lama-vienna.