Sub Categories

Ufuna umshado kdwa unendoda ey1😏suke wabon ban ewina ilotto ngenmbr eyodwa ,abafebe abantu🤗😋



Ngicela umuntu ozongiboleka ufafandrethi (R500), if ngingawubuyisanga end of July then you can block me.
It’s fine, I’ll understand.

Ngicela ningifundisa ukutshekisa le emoji “😂” kade ngizama, ngiyehluleka. 😢 😭


Ukhona kodwa umndeni oseke waya kohlola kwafike kwathiwa: “Hhayi, amadlozi ahleli kahle, futhi asuthi,
nina nje nixakwe izinkinga zomhlaba.”?

Mpisi, Dube, Ngwenya, Ndlovu, Nkomo, Nkonyane…

Ay, bayazazi nabanye; kanti guys nibuyela nini e-zoo?


Ladies, ake sithi i-girlfriend allowance ngu-R2000:

1. Unomkhaba minus (-) R500
2. Ugqoka size 6+ 👠 minus (-) R500
3. Unamabele amancane minus (-) R500
4. Unesishwapha minus (-) R500

Ungathola malini ngenyanga?


“Ngizwil’isandla sakhe singithinta…” 🎤 🎶

Sexual harassment leyo, kodwa nathula ngoba bekung’God. 😕

“Nawe uyahleka”?

Kubuza umuntu owazi onke amaSecret wakho


Uma usebenzisa umuthi, uboke umemeze imali nomsebenzi, uyekele amagama abantu!

Awuthi ngilale, sengikhulume kakhulu today.


Angithi sonke siyavumelana ukuthi ipleti ebelinesinkwa asiliwashi kodwa siyalithintitha?

Ushawe yi-corner le windi kuvele kubuye lonke usizi, usale usukhalela no-R350 wokhuvethe kanye nokuthi awusebenzi. 😭


Uyazi ukuthi umthakathi akayisweli into azokujaha ngayo. Ngokuthi nje awukho upelepele🌶️ kusayimbali🌺, Sengonile.Sengizwa kuthiwa awumbiwa ndawonye.Ngopelepele??🤷‍♂️

Uwashe uze uketshise ikhanda uwashela indoda Yona ilele embhedeni uchater nomunye ugel

Ubilisela mina amanzi nje.. nawakho aseyafudumala