Bese kuba yilaba uma kuthiwa umuntu ushonile bathi: “Ubenani?”
Nisuke nizomvusa yini? ๐ค
Kahleni bakwethu.
Bese kuba yilaba uma kuthiwa umuntu ushonile bathi: “Ubenani?”
Nisuke nizomvusa yini? ๐ค
Kahleni bakwethu.
Ksasa kune meeting yabantu aba rich e town ngicela ningboleke u R14 ngyozwa ukuth sbizelwani
“Buyela la uphuma khona!”
Kanjani i-Polo selijikile? ๐คท๐ฝโโ๏ธ
Ay, abazali nabo sometimes.
Uzitshele ukuthi uthole umaqondana someone who will make life more easier.Kanti ulande iPrimus Stove.Uthi usafake iPricker๐ igqamuka one way la endlini lento.Iyapoka
Umuntu akucele uR2 kodwa iStove sakubo sihlangene nekhabethe futhi sinane Sun-Roof๐๐
Iyiph i KFC emnandi between Hungry Lion and Chicken Licken? ๐๐ช
Ngeke ngiphinde ngihambe ebusuku ngikahwe iphephe lama norithozi
Sanibonani emini, bengifuna ukusho nje ukuthi ngimuhle, and ngisazoba worse. Ngiyabonga.
Oh, and futhi anginisabi.
Usathi uqedile ukubhala i-Life Science Paper 2, iphakame i-genius iyolalela i-heart beat ye-invigilator, ibuye ihlale phansi ibhale. ๐
Bayanilwisa yini estolo uma nithatha i-foundation efana ncimishi neskhumba sakho? Noma nje ninenkani?
Bese belengisa i-mask ngaphansi kwesilevu usuku lonke, kube sengathi bazoyifaka uma i-Corona sebeyibona ingena ngomnyango.
Iyasebenza i-lipstick ๐ because ifihla nama-lips asaxetshulwa ugologo. ๐ฅ
Mina nje ngiyofela iqiniso.
“Sthandwa sami, this is my male bestie.” Lapho usho umuntu onama-lips a-pink ongawacabuza kwawena mjita.
Likufebele i-2000, uthi uyalithethisa lithi: “Buzz off jeqe omanzi. Phihli! Phahla! Lawa iqanda, yakhala imbuzi, meeeeeeh!”
Uke wanaka ukuthi iskole as’phumi, kuphuma izingane nothisha? ๐ฎ
Graduation gown iyasinda, ngayizwa kahle kwa-grade R, ngathi no more.