Uxakwe intombazane ezokubuza ukuthi unayo yini imoto noma umuzi. Ubalekele emakhaya uthole ezothi unawo yini umhlaba nemfuyo. Damm Gold Diggers
Sub Categories
Kuyashisa manje.Ntambama kuzobuya lezulu eliduma uze ucabange ukuthi….kambe uxabene nobani osebenzisa amakhambi.
Step father: eyoo kwahamba ugesi
Step son : mxm kshoda wena
NANGU UDECEMBER JEHOVAH NGICELA UKUBA SINGLE NGIZIDLELA ☝IMALI YAMI NGE PIECE OF ORDER🙏🙏🙏😎😎
Abanye bashoni izolo abanye bashoni namuhla wena usaphila dlula go Amen 🙏
Ngihleka ngize ngisuze, ngiyabathanda abantu, ngiyathanda ukuhleka
woza emaDUNGENi kuyabuswa sidlamadumbe sidlinyama mawufika bokhuleka uthi Duuuunge!!!!!!! Uyophuma sibovu isisu
Unamansense abhalwe ukuthi ichophe aligqemi lah🤣🤣🤣🤣🤣
U Jub Jub kshoth akaholi kuyajola Nine nine neh.
Ngisho ngoba naku phela sekathi Ndikhokhele bawo🙄🤷♀️
I Kaizer Chiefs ukube iyalifaka i-penty ngabe seliyi G-string,
ukudonswa i-Sundowns ka left i-Pirate ka right..
Umams, woza nebhara estobhino
ingane:group message
Ngisemathandweni🥰😍❤💖😊
Ngyadla ngise Toilet ngya kaka🥺🤣
Uuyise umbali e zoo abone I tiger umve atsi ha bby jungle oat engaka
Mawubona intombi yakho eyiwele ijolo ivele ikubingelele kuqala(aw sawbona sbari)
😅😅😅😅muzwe ethi awusangithandi njalo wena lapho angikaze ngimthande nkosyami angizange jehova
👩🏻:I male besty Qha!!💁♀️
🧒:Ngithe Thatha isthombe sam nawe Siqabulana🙄😤