Umams, woza nebhara estobhino ingane:group message
Ngizwa abantu bethi eyamadoda ayipheli kodwa mina eyami iphelile iNivea For Men yamadoda engiyigcobayo #Stherayza
The way kubanda ngakhona ungaze ukhumule I jacket ubheke iexpiry date ukuthi ayi expire-anga yini.
IBIZWA NGANI LENYAMA ESEYOMILE EKHALEN 👃 OYIKHIPHO NGOMUMNYE MASE ININGI
Sedakwe i stepfather sizwe sithi: hamba uyonthengela ugwayi wena mtwanakaz ban ban😂😂
Kaze le mpahla👉🍑 inguba percent of alcohol into engididizayo after round Uma ngiyolanda thawula
Usathi ushaya inyoka kuvele kuhambe ugesi endlini uyizwe ihleka😀
Hlala phansi uzowuthola ujeqe kushiwo I doda yakho emcimbini
Ulale nomzulu wakho Omuhle Uvuke ne- Venda Fuseg make up✋
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *