Sub Categories

Kulonyaka ngihamba nohambayo ongahambi yasala ngikhathele manje,
so ungazibambezeli



Him: “I love you my bhatata”
Her: “Hawu! Uthi uyangithanda kodwa uyangithuka ungibiza ngobhatata pho!?!?
Him: ” Ngiyadlala sweet potato”
Her: “Ncooo waze wangibiza kamnandi love”

Uthi bewazi: uZodwa wabantu sekunguZodwa wezinkukhu,
buza uKelly Khumalo.


Lonyaka sizahamba ngamazwani ngokufuthelwa hikuhlakula plus lockdown


Ngiphuphe bengiquma ikhanda baqede bangishaya ngalo ebusweni πŸ˜­πŸ’”


Yeyi maan,beningasiyeki ngani sbulalane,
kusho uDlamini bemlamulela kade ekinywa umakhwapheni esekweqe namehlo.

Ave eyinkinga umuntu ofuna uname mhla kuneme yena,kudlulele ke makuzoba owesifazane kuvele kubeyinkinga nje, ay futhi bandla!!!


Saze sasha abantu bakwaMakhubela sebekwazi ukugeza ekuseni uma beyothenga isinkwa🍞 πŸ€£πŸƒβ€β™‚πŸ’¨πŸ™‰


Nelisiwe Magcaba maphumulo Magcaba maphumulo Magcaba maphumulo Magcaba maphumulo Magcaba maphumulo Magcaba maphumulo Magcaba maphumulo

Umsindo okamakhelwane usisi wakhona uZandile obondlayo ufuna basebenzise isbongo sendoda yakhe.


Sendizixolisa nge tin ye Fish πŸ€¦πŸ½β€β™‚οΈπŸ‘ndilale indinqabele

Sethemba nalapho kungathembisi khona ,yithina ke labo,
bathi alibulali lona ukuba liyabulala ngabe sesabamathambo mhlophe

Hau ishwa phela leli, noma ngithi ibhadi elikhethelwe mina nje today.Haiybo….kanti uJanuary unjani, kusawukweyisa noma ukuxakeka lokhu, nangu umfana ezongidayisela ikati.Ngithi ngiyabonga bhuti wami,asinawo amagundwane layikhaya, uthi “pls lithathe ngizowaletha ntambama….”amagundwane”….