Wena kuzomele kutholakala umuntu ozokuvulela icala.
Kumele uboshwe ngendlela onamanga ngakhona.
Sub Categories
Indlela odakwa ngakhona ususaba ngisho ukuzibuka kwi Mirror.
If bekukhombisa ur photos uzibuzela wena ukuthi ubani lo.
If uyisangoma ungenayo I foundation kaNkulunkulu,
kusho ukuthi uzosiqeda phela. Uyazi uzosithakatha wena.
Wake waba nomngani oyisilima totally, into evele kuthi kungonakele lutho isuzele isandla mase iqhamuka isifumbethe ithi nuka laaa.
Umuzwe Esethi “Asambe Mngani Wamii Ngikukhaphe” lapho sekuyaphakwa kubo😭
👩🦳:Haiybo Spha, Makhelwane, usuyahamba sesiphaka🍛?
🧔:Lutho anghambi neze, Ngyolanda isitsha sami sincane lesi.
Le pain eniyizwa uma nikuma period, Nathi sizwa yin uma nisicela imali. 😭😭😭😭
Kuvele kudabukise kanjani nje ukubona intombazane ewu 2 slice idansela uJohn vuligate. Kona mase ithi”nasi istokwe”, kuvele kube engathi u mosquito usuncela igazi.
If u were named Mbali, there’s no need for iPhotoshop. Awubadingi bonke labo pende abayisidina.Maskscara and foundation makeup. Kwabonakala ubuhle uzalwa wena. Haiy, umuhle ngempela Mbali.💐
UHulumeni waKwaZulu udlula bonke abake baba khona. Awuzange wasenzela phansi kanje. ISIVAKASHI SISUTHA UKUDLULA WENA, SIZE SISHAYE NOMTHETHO, Kini.
Lalela ke Ngisho ngabe umzimba wakho wonke ulenga imali ngiyithanda Impela kodwa soze ngahlala Kini mina angiyona ifake yendoda mina sisi khohlwa ngalapho
I English ifuna engathi ungalokhu uthi “Yes, Yes, Yes” Wathi “No” bazothi Why? ”
Haiy ke, lapho usuyi susile.
Kulezindlela ezowo short cart Uze uncamele ukujikeleza, ngoba phela uVeza uvele wabanjwa isisu wavimba Ndenqwaba yamasimba endleleni. Labobaba abangenaso isithunzi, Abahamba bebhosha yonke indawo le
Ungaze uzike inhlavu ekhanda ngenxa yentombi ekbeni ziziningi kangaka ku facebook bo
Eti oooh unataka mwanamke mrembo, mwanamke tabia sura ata mbuzi anayo
Imoto mayinotepe Iya kwi alignment, if kuwumuntu uvele udabuke nje uze umfisele ukuthi abe ugandaganda okuncono ngoba akana option.