Sub Categories

U-over 40yrs kodwa udlala amakhaza, awunawo uJazi.
Kusobala wena awukaze walobola. Awunawo ujazi pho, kubanda kanje?



Mase kuthiwa indaba yababili ayingenwa. Kodwa bona laba ababili sebeyitshele umphakathi wonke. Nidlala ngathi nina.

Wake wajola no Simon kaJohn๐Ÿ˜๐Ÿฅฐ. Into ehlezi ikubuza ukuthi”uyangithanda nah? โค๏ธ?

Bese kuba intombazane engayfaki I make-up.
Engayigqoki ne weave. Umuhle wena Darl, uyezwa. โค๏ธ๐Ÿ˜๐Ÿคž


Mawungidinga uyangithola. Kodwa wena mangikudinga uhlezi upheka. Decide ukuthi uyajola noma ufuna ukuba uChef.

Uyazi ukuthi noma ungazibhuquza kanjani phansi,
if umuntu engakufuni akakufuni.


โ€œNgiyayโ€™thanda leyongubo kodwa le eyakadoti le eyasestoloโ€ ๐ŸŽถ ๐ŸŽผ ๐ŸŽต
Happy Sunday boNtanga


Sizixoxela Kumnandi akekho oxabene nomunye. Uvele uyangithuka ungibiza ngama simba kamah. Yabona wena mawuqhubeka nokuba seduze kwami sogcina sibambene nawe inkosi impela. Uyosindela kona nje ukuthi uyagula.

Lento yomthembiso engathi ihamba nomona. Why du u propose, uze uthembise ukhiphe ama rings wazi kahle ukuthi u won’t keep ur promises. Usazoqhubeka ushele uphule ingane yabantu inhliziyo. Yabona wena… ๐Ÿ‘‰


Ngithi mina kusasa ekseni ngo09h00 ngyamPoster umuntu wam alibhubhe melibhubha ngikhathele ๐Ÿ˜œ๐Ÿ˜œ๐Ÿ˜œ๐Ÿ˜œ๐Ÿคฃ๐Ÿคฃ๐Ÿคฃ๐Ÿ’ƒ๐Ÿ’ƒ๐Ÿ’ƒ๐Ÿ’ƒ
Ngcela nibeReady ezweni….


Wena nomkakho niyagula. Angazi ubani owathelela omunye noma uyena owasuka nakho kubo. Kodwa engikwaziyo nigula ukugula okufanayo. Anive ningasigcini isikhathi.

Wena nomkakho niyagula. Angazi ubani owathelela omunye noma uyena owasuka nakho kubo. Kodwa engikwaziyo nigula ukugula okufanayo. Anive ningasigcini isikhathi.


Abantu bazi kahle ukuthi asikho isidumbu noma igazi elake lakhishwa iselesele. Kodwa ngendlela abalisa ngakhona. Umuntu ancamele ukuyolala kamakhelwane azi kahle ukuthi banemfene.

Ungazitshela ukuthi ama Gold Diggers asemadolobheni kuphela kanti agcwele yonke indawo. Uthi usemakhaya uthole intombazane ezokubuza ukuthi unawo yini umhlaba nemfuyo.