Sub Categories

Bonke labo sisi abamnandi siyacelwa eCambridge kusasa ngo-9 ekuseni, angazi ama-combo, umbondo, kwanjani njani.



Baf’ethu nodadewethu, let’s normalise ukushera i-post eyodwa at least from this page ngosuku.


I Tried Goba Sfebe Mara Bo Loyal Kebo Layal.


Indlu yasekhaya uyumgodi monokha kuthiwa hluba ungene


Ngicele usizo lwakho nje, wavuma. Manje wena wenza engathi ngithe enza izimanga ezenziwa uJesu waseNazareth ebhayibhelini.


EY mngani uyitholile I massage yam!?

Usho yiphy? Ohhh Lee othe ufuna 500😌

Yha

Ahh zange ngiyibone


Uma uyisishimane umfana uyakhishwa endlini uhambe uyoba intabane kwabanye abafana nawe


Ngifonelwa ithisha uthi ingane Tami imudelelile manje uyayixosha ngibuze yenzeni, athi:
Thisha: Sihle ulaleleni eklasini Lami
Sihle: Ngilale wena menu
Thisha : iyadleka wena ngane uthi ulalele mina
Sihle: Angithi uyafundisa menu kanti kumele ngenze njani, ngingakulaleli?
YEHENI ISIZULU

Sengathi manje kungafika isifo 🌪esizophoqa ukuthi umuntu nomuntu ahlale nobaba wengane yakhe🤣🤣🤣

Ngaze nganebhadi bo, ngikhalelwa yindoda ithi kushone umama wentombi yayo, ibizwa nganike lento?