Umuntu ashaye igirl friend yami ngempama aqede azobuzamina ukuthi nginenkinga yini.
Haiybo! Ngingenaphi mina?
Sub Categories
Labantu abane drama abantu abangakaze bezwa uMandela ekhuluma nge peace? 🙄😂
👮♂️ Nock nock nock
👶Ubaniloyooo
👮♂️ Yey wena u rape bani e Creche
👶 Ayibo 😳😳 ngimnikeze ishumi loyo
Abantu abawu 18302720462 e south Africa bangamavila
.
.
.
.for example njengalo ongayi fundanga le number engenhla
Dear shaka Zulu mft sebeyagoloza ukuveza amabele🤣🤣
Unjan wen cha ngimunhle wen
Manje mft into encane kanjena uze ungisize baba into encane kanjena
Your man is a lucky guy.“
Bakithi, nawe uma ufuna ukuba “lucky” ngishele ngikuqome, nibe lucky nonke! 🙄
YONKE IMUNTU IBE LUCKY
I’m done motivating you guys, anibongi. ✋🏽 😑
Ofuna ukuqoma, ukudivosa nofuna ukufa imbala ngithi kini:
“Go ahead, I DON KHE!
Ama-family gathering aseyabhora ngoba sekuyithi omalume abadakwayo.
Ngicela abazokhala emngcwabeni wami bakhale kule post manje,
ngifuna ukubala ama-plate
Ukuphuza igazi likaJesu kuzwakala njengobuthakathi kimi.
U-Dr Malinga uthi senza njani kulo nyaka? 🤔
Ukhona osezwile?
Ifoni yami ngiyisebenzisa nsuku zonke, kodwa angikhumbuli nakanye ngiyibona emaphusheni ami.
Umjolo unyisa umuntu ovuka ekuseni aye emsebenzini,
uyini-ke wena osadla istambu ngerula eskoleni?
Uma kungathiwa uyavalwa uFacebook kusasa, ngingaqhubeka ngibhale ama-post ami bese ngiwanamathisela ezitolo nasematekisini. ✋🏽
Amadoda Afuna
-Ukudla🍲
-Ucansi🍆🍑
-Inhlonipho🙏
-Ukuthembeka🤗
-Nokukhuthazwa💏
Abesifazane Bafuna
-Ukudla🍲
-Imali💰
-Uku Post(wa)📸
-Isikhathi🕐
-Ucansi Kube Ngathi Umshini Wokuthunga😳
-Ukunakwa📲
-Ama Gifts 🎁
-Ama Password 💳
-Ama Calls☎️📳
-Ama Explanation 📜
-Umhlaba⛰️
-Amanzi🌊💧
-Umoya🌬️🌀
-Ulwandle🗻
-Izinkanyezi🌌
-Ilanga🌄
-I-Quantum🚖i
-Umphetho Wengubo Kajesu😱
-Umkhumbi Kanowa🙄
-Imbenge Yomile😲
-Overall Ka Sdumo🙆♂️
-Nomphefumulo Wakho🎅