mawuyis’shwapha sicela ungayi gqoki I high waist assemblief
Likhona nakini lelidimoni Ilingazwani nokuphaka uma kupheke lona
Nina enijola nama 2000 isithathaphi isibindi sokwehlisa panty👙 elino popayi
Umudle umuntu aze ak’tshele nokuthi imali yakubo ihlala kuphi
Madoda aku-Facebook. Niwathathaphi ama-feelings abantu ningabazi eningakaze nibabone? 🤣🤣🤣
Iyeke Lento yakho yokuba broke uze utshele abantu ukuthi awusaphuzi.Kanti iphakethi linembobo.Uxakwe nawoMashonisa.
Geza phela noma u-single, nefriji liyaduma lingenalutho.
Usathi ulwela iSpace sok’hlala eBusini Bavele bathi ‘ mnikeni iHalls yoooh singaze sife
Nywe Nywe Nywe… ujola nesangoma. Kanti sona asiyena yini umuntu. Noma kunezicubi ezingekho.Yake yagulisa bani impepho.
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *