Ngihamba nawe uthole ngoR3000, ungawenzani owakho uR1500.
Related Posts
Imile imizi yobaba, zange ubabone nangelilodwa ilanga bentanta nothezibhe. 🧸
Uphule i USB Ya baba wakho umuzwe ethi zicule zonke lezingoma ze soul brothers
Mina angidlali nje, iskhova ngisbuka👀 size sithi “Ohk😒,,, ngthunywe ugogo kaSindi”
Nithi nisahlezi kahle ebumnandini, kuphathiswe umuntu wakho ibhodlela, abuye engaliphethe athi: “Kuthiwa kushoda u-R4.”
Umuntu avule isonto ngoba efuna ukuba umfundisi engenaye umfazi.Ucabanga ukuthi uzoculelwa ubani ama chorus.Abethu???
Uyinike uR500 intombi yakwaNongoma uzwe isithi “kodwa kungani ungilobolela emgwaqweni?”.
English: He’s a good Builder Zulu. : Unesandla – English : He’s involved Zulu : Unesandla – English : He’s Continue Reading..
Sekunzima nokutshela ingane yami ukuthi ngakhula singenawo ugesi, ngoba nayo ivele ithi: “Nami.”