Mjita, uwuthumela nini u-4ℓ wamasi engane for this month?
Muzophuza 🥃🍷🍾nathi kuloDecember,ufika ne-slip se-grocer yakini neVN yomzali wakho ethi “ngiyabonga mtanami” . Sikhathele nje ukuqalekiswa abazali benu thina 🤞🏽🙄😂
Umfundisi uDube wayedlala igalofu noMdelwa ngenye imini, ngebhadi uMdelwa kwakungamlungeli kwigalofu. Kwakuthi lapho egeja umgodi athi, “Shit, ngageja!” – Baqhubeka Continue Reading..
CURRICULUM VITAE OF SELIBONA NYAA Surname : Nyaa Name : I said Nyaa Date of Birth : 27 Years I.D Continue Reading..
Never compare ibeef yase Woolworths neyase Roots, because izinkomo zase Woolworths zihamba icounseling before bazibulale.
Ngiyathembisa mhla ngaba nemoto akekho ongeke ayidle imali ye Road Accident Fund
Inkinga yamantombazane yokuthana imali kakhuli abangodli emakubo
Umbona ngokudla etekisini ukuthi shame baningi kubo
Abantu beslisa iningi labo ba Single but bona abakwazi loko 🤔bayokubona👀 mhla kuphela umsebenzi
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *