Ngi bussy usuku lonke ngilungiselela umuntu othe uzongivakashela aqede yonke indlala kimi. Ngimphekele kamnandi nenkukhu isibhuxhabhuxha. Udla inkukhu yami uze uncinda iminwe, Uhlulwa ukudla mina. Ujika lapho ungishaya ngo solo. Ngizowenzani u-one round, angahamba kanjani yena esuthi mina ngilambile?Uyadlala. Ngiyayifuna nje inkukhu yami.
Related Posts
Uma ngiphosta ihlaya elibhuquzisayo: Normal people – 😂 Slow learner – 👍🏽
step Father :Wahamba uGesi Kids:kwasala wena
(FB Post ka Nzuzo Cele) Kuno stepfather abayolanda ama report namhlanje ey😅ngoba amantombazane izinja. Kodwa nani bafana khemani mani nivumelani Continue Reading..
Ngisemcimbini womjita abamenzele umhlonyane kubo ngoba yena uphuza i-Brutal, Bernin neStrongBow.
There way engjahe ngakhon ngizoqala ngigcobe bese ngigeze Ngi ayine ngukothi ngiwasha
Ifike indoda yakho kokwenu isocela usawoti ngeloxesha icela nawr xayiphuma uzoyilandela
Me: searching on Google how to bath in 2 minutes Google: hambo buza abantu bakwa Mkhize, Mthethwa nabakw Dube
Uyabazi ubuhlungu bokubona umakhwapheni womzali wakho. Nokwazi ukuthi uyena oyimbangela yokungabi rite kwesimo ekhaya. Uma ucabanga ngizomenzani ngoba sengiyamazi. 😭😭
