Ngi bussy usuku lonke ngilungiselela umuntu othe uzongivakashela aqede yonke indlala kimi. Ngimphekele kamnandi nenkukhu isibhuxhabhuxha. Udla inkukhu yami uze uncinda iminwe, Uhlulwa ukudla mina. Ujika lapho ungishaya ngo solo. Ngizowenzani u-one round, angahamba kanjani yena esuthi mina ngilambile?Uyadlala. Ngiyayifuna nje inkukhu yami.
Related Posts
Ngishuthe ugogo nge flash light and kuyimanje ngibizelwa I family meeting kuthiwa ngishaye ugogo ngezulu
BOY: I love you babie. GIRL: ngiyakusa ngaphi ungela mali BOY: So ucabanga ukuthi nga ngile mali ngingafuna wena mina? Continue Reading..
Ngiyavuma nizongiphuzisa namuhla, kodwa musani ukungisabisa ngokuthi: “Sizokushiya uma uphapha
Uma wake wathunywa i-spoon ekhishini wafike wasisula ngeskibha, ngilandele. 🚶🏽 🚶🏽 ISilo samabandla sifuna ukukhuluma nawe mayelana nenhlonipho nokuziphatha. 😐
Uma uzwa isandla sakho siluma, uzoba nemali. Uma uzwa izindebe ziluma, uzoqabula. Uma uzwa izinyawo zakho ziluma, uzothola izicathulo ezintsha. Continue Reading..
Uduke eMall uze uqonde kwi security uthi” qagela kuphunywaphi” 🙆🙊
Oke Ubuze intomb Yakho Ukuth “Bbe Why uhlezi ugqoke ibh’lukwe” Yazii Ifihleni? Ifihle Ukhwekhwe
Afike umuntu esenjee🗑️e🍩 kuwena mase ethi”Akanaso Isikhathi sokudlala yena usefuna umendo.Kodwa esenje🗑️e🍩 kodwa.Sthule syabukela njalo.Avele athi”Now I want to settle Continue Reading..
