⚠️Breaking News⚠️
Sesi Expired isinkwa semihlangemihla ezulwin😪
(Post by Mthandeni) Mhla ngizikhiphe NoNonhlanhla 🙄👫 ay sifike sithenge iNkukhu 🐔 e Nando’s ,ejabule efe eth ujwayele i Kfc🙄 Continue Reading..
Kuwele impukane emanzini okugeza manje ngihle ngawachitha wonke angifuni zinto zobutshapha. Ngizogeza kusasa.
Mara uyayazi interview yakwi company eserious? Uthi usahlezi uzwe bekubiza igama lakho kuspeaker esiphezulu odongeni. Uthi usathukile ungazi uqondephi, kufike Continue Reading..
Wake waphuza 2 nyana wasusiwa ngephutha, bathi hamba uyelala sudakwe kakhulu, wathi uyachaza ukuthi uwe ngephutha, bathi buyeke buyakudelelisa?
Baze balikuluma kamnandi igama lami ngenxa yamantombazane amahle engiwanikezwa ngumdali🤣🤣🤣🤣
Bayancibilika oshokoledi, dankie Mdali ngelanga! Angithi abafuni ukusiqhephulela. 😐
Ivele ibembi iEx ungathi ungayibhadala R50 every week ukuze angayithi vuu eyokuthi lake lajola.
Ujole kahle nomuntu kube kuhle, mhla nihlukana akthuke ngombhede wakho athi umise kwesidleke senyoni😂😂
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *