Ngangena ku FB kwanuka nje😓khona
SENZO :Abasanensila ka 2017
Uma igama lakho kunguZanele, ungalilahli ithemba. One day nawe uyoba ne-tarven uyiqambe ngokuthi yiKwaMaZet.
Kahle kahle leli gama elithi ‘Conference’ selinesdinyana nje la kuFacebook, kodwa ngoba ningamajita ami, ngizobekezela. 😕
Kuyimalini ukusuka la nokuza lapho kubuza lobhuti oshaya I Bell ku macrowave Uma ukudla ku ready
Awu yazi nje ukuqabulana nomuntu ofake iybuko vele kube ngathi ulunguza ngama window
Ayikho into eyingijabulisa njengoBbe wami makafuna iscathulo phasi kwembede
Abo Rose no Mbali Mbalenhle abajole bodwa OQADOLO one side
UTHANDO LUYAFANA NOMSUZO WALUFOSTER UYAKAKA
Gc nd Wandile Bazobuya sebene cleavage✊😂 ey phela amabele guys😋
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *