Sub Categories

Asukume umuntu Omfisha Ku meeting athi “ngeke ngibe mude kakhulu”😃



Niqeda ukuqabulana nino muntu wakho

Girl:baby ushiye ushephisi emlomeni wam🤨🤨🤔🤔

Boy:No,bby akusiwona ushiphisi ngineflu🤣🤣😂😂😅😅🤣🤣😂😂

What is that if u think?? 🤣😂😅😅🤣🤣😁

Ukube lomfana akashongo ukuthi uzofaka kancane,
ngabe kangisalanga eblasini eliya emhlangeni

Ungqongqoshe wa maphoyisa ukhiphe umbiko wokuthi njengoba kushisa kangaka amaphoyisa asevumelekile ukuthi agqoke izikhindi, sibone imilenze yomthetho, sibone amadolo we phoyisa.


Lento yokuthi ubemubi uphinde uposter ijock why ushaye ngapha nangapha🤔😅


Izolo sidakwe sahlaba imvu 🐑 sayosa 🍖🥩kodwa manje eksen sivuka imvu ikhona 🤔iboshiwe 🌳and inja 🐕 idukile 👀


Musa Ukulokhu Ucela Ivolume🔊 Kuma Posts. Mention Lo Ofuna Ezwe Usyeke Thina

(FB Post ka Nzuzo Cele)
Kuno stepfather abayolanda ama report namhlanje ey😅ngoba amantombazane izinja. Kodwa nani bafana khemani mani nivumelani ukuyothethiselwa izingane eningazizali😂

Next week bayabuya abo “ukube usho early, zi-cheap kabi le zinto eGoli.” 🏙
Bafoneleni manje nicele baniphathele.


Phela uma uphiwe u-lift, musa ukulokhu umemeza abantu ngewindi, iyawudla u-petrol leyo nto.


Inyama yenkukhu yayimnandi isabizwa ngamaphisisi.


Hhayi bo! Nisho ukuthi kuzosiphinda yini nakulo nyaka ukuthi uKhisimusi ube mhla ka-25 December?

Inkani🤷‍♂️ kulamantombazane afana nobababo, agoloze usisi ubone kahle ukuthi uyiseke manje lo ☝️
🗣️ Ngyaxolisa nomzanu Xaba🙏